
UKhaya Xaba,uMlingisi.
Tinanatelo takaXaba
Xaba
Mthiyane
Nonkosi
Shwabade
Mashwabada owashwabadel’inkomo nezimpondo zayo
Washwabadel’izindlubu namakhasi
Nina abahlephul’isinkwa siy’eBandla!
Bathi sihleshulwe umntfwana kanti sihleshulwe uMlandakazi!
MaHlubi amahle anzipho zimnyana ngokuqhwayana!
Nina bakaSince siyakhathala!
Zala ukubusa nokuncishana,
Mlotshwa,
Nonkosi.
Nonkosi omuhle nonyawo lwakhe,
Xaba,
Mashwabada,
Mthiyane,
Awuqedwa Shwabada awuqedwa Xaba
Khumu!