
Umbala uchacha eNkonyaneni.
Umbala uchacha eNkonyaneni
Nina beSilo isaga esithi ‘umbala uchacha eNkonyaneni”sisho ukuthi kulula kakhulu ukubona ukuthi ingane ezalwa abazali abanjani,ngokuhlaziya izenzo zayo nje kuphela,ungazange uyibuze.Lesi saga sicishe sifane nalesi esithi ‘iNkonyane yoMgakla yeqa lapho kweqe khona unina.Buka nansi iVido ngezansi.
Khumu!