Nina abakaSimayedwa njengeLanga lona limi lodwa eZukwini ! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo uyangiwa kithi KwaZulu!#ISilo uMpande leso.. Nina beSilo ake sibheke umlando ngoNdlunkulu uMonase Nxumalo , uNdlunkulu weSilo uMpande .. Wayebongwa ngokuthi USidididi! Umbiliniwezinkabi, Udladlalikhangom... qhubeka ufunde »
Nina beMbube eshoba liyisilikithi ake sibheke umlando ngoMgojana , indodana ka Somaphunga ka Zwide Ndwandwe…*Ngenkathi inkosi uZwide ka Langa inqotshwa yiMpi yeLembe eMpini okuhlawumbiselwa ukuba yalwa ngowe 1821, uSomaphunga wanquma ukuba azinikele eSilweni uShaka okuthiwa samemukela ngezandla ez... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMaqhoboza ka Mbeleko Nzuza Nina abakaNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni. USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu. Enhla nasezansi ngethemba isaphila iNgabade . Nina beSilo ake sibheke umlando ... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMntwana uHhamu Zulu Nina abakaNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.ISilo uMpande leso , iSilo sakithi kwaNodwengu.Nina beSilo ake ngiphose itshe eSivivaneni ngoMntwana uHhamu ka Mpande noNzibe.UMntwana uHhamu wayeza... qhubeka ufunde »
Umlando ngeNdengezi ka Khuzwayo Mdlalose Nina abakaDlunwane woMbebebe odlunge emanxulumeni kwaze kwasa amanxuluma esibekelana.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.ISilo uShaka leso.ISilo sakithi KwaDukuza.Enhla nasezansi ngethemba isaphila yonke iNgabade.Sisaphila thina eMantung... qhubeka ufunde »
Umlando ngenkosi uMeseni Qwabe Nina abeSilo sakithi oSuthu uMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani?UMkhumbi gudluka sibone aMamgumgedlela.USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo.ISilo uDinuzulu leso! ISilo sakithi oSuthu.Nina beSilo ake sibhe... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMntwana uSitheku ka Mpande Nina abakaMdayi sabela kweliphesheya , uZalukazi zosala eManxiweni amaXhegu ayosala emizileni! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! #ISilo uMpande leso! Nina beSilo ake sibheke umlando kaMntwana uSitheku ka Mpande. UMntwa... qhubeka ufunde »
Nina beSilo enhla nasezansi ngiyanibingelela , ngethemba nisaphila enyangeni ka Ntulikazi (Julayi) sesiyigoqa. Nina beMbube ake sibheke izibongo zeSilo saBathethwa , iSilo uDingiswayo. Yisona phela iSilo saBathethwa esaqala umsebenzi wokuhlanganisa izizwe ukuba zibe yisizwe esisodwa, okungumsebenzi ... qhubeka ufunde »
Umlando ngeNduna uMdlaka wakwaLanga Nina abeGwija lika Mdlaka ligwegwe liyeze abasini beNgoma.UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala.ISilo uShaka leso.UMdlaka othinteka kulezi zibongo wayengowakwaNtshangase,wayezalwa nguNcidi.Babebabili oMdlaka,... qhubeka ufunde »
Umlando ngeNgwenyama u-Mbandzeni ka Mswazi II ka Sobhuza I Elinye igama leNgwenyama u-Mbandzeni kwakungu-Dlamini wesine. INgwenyama u-Mbandzeni ka Mswazi wesibili yiyona eyalandela uYise iNgwenyama u-Mswazi esihlalweni sobukhosi . Empeleni kwakulindeleke ukuba kube nguMntwana u-Ludvonga ka Ms... qhubeka ufunde »