Unondlini
Sikleza kogwansile

Amagama ezinkanyezi

Nina beNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa umdlebe! Endulo ayekade engekho amaWashi , ayengekho futhi namaKhalenda kodwa lokho akusho ukuthi oKhokho bethu babengakwazi ukubona uma sekuzokwethwasa iHlobo, uBusika , iKwindla njalo njalo. Enye yezindlela ababebona ngayo kwakuba yi-zinkany... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSinkwe (Bush Baby)

Nina abakaSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya! Nina beSilo ngiyabingelela sesizogoba izinkophe . Lesi silwane enisibona esithombeni sibizwa ngeSinkwe ngesiZulu, ngesiNgisi kuthiwa i-Bush baby . NgesiNdebele saseZimbabwe sibizwa ngeMpukunyoni. ISinkwe siyilisilwane esingabonakal... qhubeka ufunde »

IGwalagwala (Purple crested turaco)

  Nina abakaGuqabadele iNhlambamasoka! IGwalagwala likaMenzi elisuk”eNtumeni kwabhej”iNdulinde kwaya kwabhej”iShowe kwaze kwaya kwabhej”uLwandle noThukela!! UThambekeka wena owaliwayo uThambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi !! Ngethemba bayaphila abeZulu eliphezulu! Nalo-ke iGwalagw... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMgcagco

   **UMGCAGCO NOMA UDWENDWE** Uyini uMgcagco ? Umgcagco umcimbi owenziwa uma intombazane iyogana. Lomcimbi ungaba phakathi kwezinsuku ezimbili kuya kwezintathu, kuya ngenqubo yezigodi nemindeni ngokwehlukana kwayo. Umlobokazi esezilungiselele ukuyogana kozibanibani, usuku lukhethwa ngokuthi kuvume... qhubeka ufunde »

Umlando ngeNdlovukazi yamaNgisi uKhwini Vitholi

  Nina beSilo esithombeni yiNdlovukazi yamaNgisi uKhwini Vitholi , iNdlovukazi eyayihlukumeza abantu abampisholo eAfrika emiyekeni yama 1800. Le Ndlovukazi yazalelwa esigodlweni sikaYise iNkosi uEdwadi iKensington Palace. UKhwini Vitholi wayebahlukumeza okhokho bethu ezinze kwelaMaNgisi eNgilan... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoChakide\Galerella sanguinea\Slender Mongoose:

  Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha  liyawugalela ngawo eMankenganeni! UMkhwamude owangisika isilevu , uSungulo olude lwangithunga impumulo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba basaphila abeSilo kuwumhla wamashumi amabuli nane kuNdasa on... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSambane\Aardvark\Anteater

  Nina abe”Mbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjenge kaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe”! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Cha , ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMvukuzane\Mole\Cape golden Mole

Nina aboVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili, iMvukuzane ka Ndaba evukuz’ubusuku iye yabonwa nguMame wasemaNdebeleni! UQasa lukaWasa inkomo esengwa yiViyo! INtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade ngethemba basaphila a... qhubeka ufunde »

Incazelo ngesilwane iNyengelezi , Poecilogale albinucha

    Nina abeNkwazi ka Ndaba emaphiko amhlophe iNkonyane encane kaNdaba edid’imibala, uZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu, uSihlangu simagqabha sinamanxeba! Enhla nasezansi ngiyababingelela bonke abeZulu eliphezulu. Ngethemba basaphila bonke abeNgonyama yakithi eNaleni. INyengelezi:... qhubeka ufunde »

Izisho nezincazelo zazo{Isiqephu sesibili}

Izisho nezincazelo zazo{Isiqephu sesibili}   -{Isisho} *{Incazelo} -Ukuqunga isibindi *Ukumisa isibindi -Ukushaya ngemfe iphindiwe *Ukukhohlisa umuntu -Ukushaya ubhuqe *Ukuqeda kungasali lutho -Ukusha ngoCetshwayo *Ukuhamba ngonyawo phansi ungazifakile izicathulo -Ukushaya esibomvu *Ukwesutha k... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!