Nina aboTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazana! UKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni ngeyawo Ndlela ka Sompisi ngeyawo Dambuza ka Ntombela ! #ISilo sakithi kwaNodwengu leso! ISilo uMpande ka Senzangakhona … Enhla nasezansi ... qhubeka ufunde »
Nina abakaBhusha ka Nayifi , uBhusha obukhali obhush’amadoda! UNcwadi zaphum’eMqulwini kuNina okaMathathela!! #ISilo sakithi kwaKhethomthandayo leso , iSilo uBhekuzulu Nyangayezizwe Cyprian ka Solomon . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade . Ngethemba nisaphila nina beNgonyama. Sisaph... qhubeka ufunde »
Nina bakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule abagawu abebesi! UNomakhwelo iNgonyama uHlanya olusemehlweni amadoda! Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! # ISilo uShaka leso , iSilo sakithi KwaDukuza . Enhl... qhubeka ufunde »
UMngisi uJohn Dunn wayenguMngisi owayedume ngobuqili nangokungethembeki . Wayedume kakhulu ngelikaJantoni. Abazali bakhe kwakungoRobert Newton Dunn kanye no Ane Harod Dunn . Wayezalelwe endaweni yasePort Alfred buqamama nedolobha laseBhayi eEastern Cape . Lo mfo woMngisi washonelwa ngabazali bak... qhubeka ufunde »
Nina abakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! IHwanqa eladla amanye amaHwanqa ngoba ladla uPiti kwabaseMgungundlovu !#ISilo sakithi eMgungundlovu leso iSilo uDingane ka Senzangakhona.. #Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Cha, t... qhubeka ufunde »
Nina beNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa umdlebe! Endulo ayekade engekho amaWashi , ayengekho futhi namaKhalenda kodwa lokho akusho ukuthi oKhokho bethu babengakwazi ukubona uma sekuzokwethwasa iHlobo, uBusika , iKwindla njalo njalo. Enye yezindlela ababebona ngayo kwakuba yi-zinkany... qhubeka ufunde »
Nina abakaSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya! Nina beSilo ngiyabingelela sesizogoba izinkophe . Lesi silwane enisibona esithombeni sibizwa ngeSinkwe ngesiZulu, ngesiNgisi kuthiwa i-Bush baby . NgesiNdebele saseZimbabwe sibizwa ngeMpukunyoni. ISinkwe siyilisilwane esingabonakal... qhubeka ufunde »
Nina abakaGuqabadele iNhlambamasoka! IGwalagwala likaMenzi elisuk”eNtumeni kwabhej”iNdulinde kwaya kwabhej”iShowe kwaze kwaya kwabhej”uLwandle noThukela!! UThambekeka wena owaliwayo uThambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi !! Ngethemba bayaphila abeZulu eliphezulu! Nalo-ke iGwalagw... qhubeka ufunde »
**UMGCAGCO NOMA UDWENDWE** Uyini uMgcagco ? Umgcagco umcimbi owenziwa uma intombazane iyogana. Lomcimbi ungaba phakathi kwezinsuku ezimbili kuya kwezintathu, kuya ngenqubo yezigodi nemindeni ngokwehlukana kwayo. Umlobokazi esezilungiselele ukuyogana kozibanibani, usuku lukhethwa ngokuthi kuvume... qhubeka ufunde »
Nina beSilo esithombeni yiNdlovukazi yamaNgisi uKhwini Vitholi , iNdlovukazi eyayihlukumeza abantu abampisholo eAfrika emiyekeni yama 1800. Le Ndlovukazi yazalelwa esigodlweni sikaYise iNkosi uEdwadi iKensington Palace. UKhwini Vitholi wayebahlukumeza okhokho bethu ezinze kwelaMaNgisi eNgilan... qhubeka ufunde »