Izisho nezincazelo zazo{Isiqephu sesibili} -{Isisho} *{Incazelo} -Ukuqunga isibindi *Ukumisa isibindi -Ukushaya ngemfe iphindiwe *Ukukhohlisa umuntu -Ukushaya ubhuqe *Ukuqeda kungasali lutho -Ukusha ngoCetshwayo *Ukuhamba ngonyawo phansi ungazifakile izicathulo -Ukushaya esibomvu *Ukwesutha k... qhubeka ufunde »
IZAGA:Eziphathelene nobungane: -{Isaga} *{Incazelo} -Ugwayi nenhlaba *Bezwana kakhulu abehlakani. Kubuye kuthiwe “Amathe nolimi” noma “Umumba nedlelo” -Akuhlanga lwalahlana lodwa *Abantu baluhlanga lunye bayezwana baphuthane nasebubini -Wudwendwe lolimi namathe *Bayezwana abehlukani -... qhubeka ufunde »
Izisho nezincazelo zazo{Isiqephu sokuqala} -{Isisho} *{Incazelo} -Ukukhetha amabala *Kusho ukuhamba ngokukhulu ukuchophelela -Ukweqiwa yiNkezo *Ukudakwa kakhulu, uzilibale negama -Ukwaliwa ukudla\Ukwaliwa ngamabele *Ukudakwa kakhulu , ulwe nabantu , uphoxe -Ukubanga umunyu *Ukudala ubuhlungu ... qhubeka ufunde »
IZAGA:Ezeluleka ukuba umuntu azenzele -{Isaga} *{Incazelo} -Ibuzi laziwa ngumlaleli *Into yaziwa ngulowo ozihlupha ngayo -Imbila yeswela umsila ngokulayezela *Zenzele, ungabothembela kwabanye ukuba bakwenzele izinto -Isisu esihle ngesibonwa yilanga *Sebenza, ngeke uthole lutho uma ungasebenzi... qhubeka ufunde »
Incazelo ngokweshela ,ukukhuzela, ukushikila nokusoma UKweshela kwasendulo akusafani nokwalezi nsuku esiphila kuzona, mhlawumbe kungenxa yokuthi nempilo yanamuhla kwayona nje ayisefani neyasendulo, izinto seziyashesha . Endulo ziningi izinto ezazenziwa uma insizwa iqomisa intombi . Ukuqomisa ... qhubeka ufunde »
IZAGA: Eziphathelene nomendo . ={Isaga} *{Incazelo} =Umendo kawuthunyelwa gundane *Intombaze uma iyokwenda isuke inazi ukthi iyophatheka kanjani ekhaya layo elisha , ize yazi uma isingenile, seyendile. Lesi saga sisefana nesithi ‘Umendo kawubhulelwa’ =Umswani wembabala kawungeniswa ekhaya... qhubeka ufunde »
IZAGA: Eziphathelene nokungabongi -(Isaga) *(Incazelo) -Ungayishayi ingede ngoju * Bonakalisa umbongo ofanele kulabo abakusizile. Ingede inyoni eholela ezinyosini. Elinye igama layo kuthiwa yihlamva. Akukhombisi umbongo ukushaya ingede ngoju ngoba sewesuthi esikhundleni sokuthi uyibekele amaqhimiza ... qhubeka ufunde »
IZAGA: Eziphathelene nobunzima nokuphela kwethemba. -(Isaga) *Incazelo) -Zinqinda emthumeni/Ukunqinda emthumeni *Sekufike lapho ngingasazi khona ukuthi kufanele ngenzenjani, sengizame ngakho konke okusemandleni -Ubangwa nezibi * Ugula kakhulu , ithemba kalisekho -Sekubonwa ngokusa *Incazelo iyafana ... qhubeka ufunde »
IZAGA: Eziphathelene nokwenza okungenakuba nampumelelo. -(Isaga) *(Incazelo) -Wophotha intambo ende eyifike ezulwini *Noma ungathi uyayibalekela imigilingwane yakho wovele utholwe nje -Uyoze ubambe utalagu ngesandla *Wenza okunganambuyiselo, into engeke ifezeke -Umpheki udla intuthu *Ophekayo uvama ... qhubeka ufunde »
IZAGA: Eziphathelene nenkani -(Isaga) *(Incazelo) -Uyakubuya yedwa njengengubo ka Ziyongo *Myekeni nenkani yakhe kodwa kuyakumfica ukwenza. U-Ziyongo wayengowakwaMthethwa -Isalakutshelwa sibonwa ngomopho *Umuntu ongafuni ukulalela izexwayiso zabanye ugcina ngokuba senkingeni -Umvundla ziyakuwunqanda... qhubeka ufunde »