Unondlini
Sikleza kogwansile

Umlando ofinqiwe ngebutho uDloko 

Umlando ofinqiwe ngebutho uDloko  IButho loDloko labuthwa yiNgonyama uMpande ka Sanzangakhona ngowe 1858, izinsizwa zeButho uDloko iningi lazo lalizalwe ngonyaka ka 1838, nango 1839.UDloko uhlobo lwenyoka olunolaka kakhulu oluthi uma seluthukuthelisiwe luvimbe abantu bengabe besadlula lapho lusuke ... qhubeka ufunde »

Ukubophela umuntu amanqina eNyathi 

Ukubophela umuntu amanqina eNyathi  Nina beSilo kuneSisho esithi “Ukubophela umuntu amanqina eNyathi”.Leso Sisho sisho ukuthwesa umuntu icala angalenzenga kangangokuthi aze azithole eseseMaketangweni,eseboshiwe.Eboshelwa into engekho.Buka nansi iVido ezansi.   Khumu!

read more

Umbala uchacha eNkonyaneni

Umbala uchacha eNkonyaneni Nina beSilo isaga esithi ‘umbala uchacha eNkonyaneni”sisho ukuthi kulula kakhulu ukubona ukuthi ingane ezalwa abazali abanjani,ngokuhlaziya izenzo zayo nje kuphela,ungazange uyibuze.Lesi saga sicishe sifane nalesi esithi ‘iNkonyane yoMgakla yeqa lapho kweqe khona uni... qhubeka ufunde »

Ukuqapha eqolo kuhle koNwabu

Ukuqopha eqolo kuhle koNwabu Nina beSilo lesi sisho sexwayisa abantu kuba bahlale baqikilele nanoma yiphi ingozi engahle ibavelele.UNwabu siyalwazi sonke,isilwanyana esihamba kancane esibonakala kakhulu uma kusehlobo.Sishintshashintsha imibala.Buka iVideo ezansi.  

Isibongo sakwaNkosi sihlukene kabili

Isibongo sakwaNkosi sihlukene kabili Nina abeMbube eshoba liyisilikithi esithombeni umfowethu u Lucky Nkosi onguMsakazi woKhozi FM.Isibongo sakwaNkosi sihlukene kabili,kukhona abakwaNkosi okusengabantu bakwaDlamini abanoBukhosi obukhulu eSwazini bese kuba khona abakwaNkosi abathakazela ngoMphazima o... qhubeka ufunde »

Umlando ofinqiwe ngezwe laseUganda

Izwe laseUganda Nina abeNgodlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama yiwona onguBaba,yiwona oyongilamulela!UKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi emaphethelweni.Ngethemba nisaphila nina beSilo.Ake sixoxe ngezwe laseUganda elitholakala eMpumalanga yeZwekazi laseAfrika.Izwe laseUganda linaban... qhubeka ufunde »

Izigaba ezine zokukhula kwenkomo

Izigaba ezine zokukhula kwenkomo Inkomo iyisilwane esibaluleke kakhulu kubantu basebuNguni,uthando lwabantu basebuNguni enkomeni luncike kakhulu ekutheni inkomo yenza emikhulu imisebenzi, kulinywa ngayo,iyasengwa, kuyalotsholwa ngayo(ize namuhla sekwalotsholwa nangemali),iyahlatshwa idliwe nokunye.A... qhubeka ufunde »

Izaga eziqondene nokuphathana kwabantu

Izaga eziqondene nokuphathana kwabantu 1.Unyawo alunampumulo -Incazelo yaso ithi ubophatha kahle abantu , ngoba awazi lapho unyawo lwakho luyokuholela khona kusasa. Kubuye kuthiwa unyawo alunamehlo, noma unyawo luyimpumputhe. 2.Izandla ziyagezana /Isandla sigeza ezinye -Kuchaza ukuthi umuntu usiza a... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNgqungqulu(Baleteur Eagle

Incazelo ngeNgqungqulu(Baleteur Eagle) Nina abakaMkhangula jozi phansi kweTshana, ulikhangule ngoFalaza, uFalaza wathukuthela.UZitho zimbombo zimbombonono zifana nezikaDdewabo uSililo.ISilo sasoSuthu iSilo uDinuzulu leso.Enhla nasezansi ngiyazibingelela iziNgabade,ngethemba nisaphila nina bakaMamong... qhubeka ufunde »

Amagama ezinkanyezi

Amagama ezinkanyezi Nina beNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa umdlebe.Endulo ayekade engekho amaWashi,ayengekho futhi namaKhalenda kodwa lokho akusho ukuthi oKhokho bethu babengakwazi ukubona uma sekuzokwethwasa iHlobo,uBusika,iKwindla njalo njalo. Enye yezindlela ababebona ngayo kwak... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!