Incazelo ngoBuvimbo Nina abeNdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga.UVezi kofa abantu kosala izibongo yizona ezosala zibadabula yizona ezosala zibalilela amanxiweni! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe.ISilo uDingane leso,iSilo sakithi eMgungundlovu . Nina beS... qhubeka ufunde »
Nina abeMbube eshoba liyisilikithi iGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela! UZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo! ISinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu.ISilo uCetshwayo leso iSilo sakit... qhubeka ufunde »
Nina abakaMenzi kabongwa ngaBalandakazi ubebongwa ziNjenje zaseMqekwini! UMlunguzi weziNgoje , iziNgoje zilunguzelane! USingqila nganhloko kuzond’intamo nyaka wumbe kuyozonda isibili! !#Inkosi uSenzangakhona leyo! Enhla nasezansi ngiyakhuleka kwabeSilo , ngethemba nisaphila nina bakaNdaba omuhle k... qhubeka ufunde »
Nina abeMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! INzima ewukwena koMkhumbane khona kwena kungafakwa lunyawo! #ISilo uDingane leso . Enhla nasezansi ngethemba nisaphila nina beSilo.**Le Nduku eniyibonayo kuthi... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMunga (Acacia karoo) Nina abeZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo.UHlamvana bhula umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana.UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi.ISilo uCetshwayo leso,iSilo sakithi oNdini.Enhla nasezansi ngiyaba... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMavulakuvaliwe Nina abakaHlabahlungu bazoshumayezana,abasezitheni nabasemakhaya.UShaka ngiyesaba ukuthi uShaka,uShaka kwakuyinkosi yaseMashobeni.IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma.Enhla nasezansi ngibabingelela bonke abeSilo kuzo zonke izindawo lapho benkanise khona,nget... qhubeka ufunde »
Nina abeNdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! UVezi kofa abantu kosala izibongo ,yizona eziyosala zibadabula , yizona eziyosala zibalilela emanxiweni…..#ISilo uDingane leso , iSilo sakithi eMgungundlovu.. Enhla nasezan... qhubeka ufunde »
Nina abakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! UMashikizela ashiye impi yakhe yakhe! UVemvane luka Phunga noMageba uVemvane lumabala azibhadu ngibe ngiyalithinta luyahwaqabala lunjengoPhunga waseBulawini lunjengoVumakubangoma! #ISilo uDingane leso .ISilo sakithi eMgungu... qhubeka ufunde »
Nina abeGwalagwala lika Menzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela ! ISinakanaka sezincwadi ebezibhalwa nguMalimade kwabamhlophe abeLungu! UThambekeka wena owaliwayo thambeka wawuswe iNtambanana nangezinyembezi . Nina beSilo le Nduku eniyibona ... qhubeka ufunde »
Nina bakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela!! Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! IGwija lika Mdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma! UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMancengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala…..#ISilo uShaka leso , iSilo sak... qhubeka ufunde »