Incazelo ngoMqokolo(Kei Apple) Nina abeNdudumo yakithi eMgungundlovu iMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqed’amadodaInkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe.ISilo uDingane leso! Enhla nasezansi ng... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoBhoqo(Ipomoea ablongata) Nina bakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela.UDunjwa yedwa limkhandanisile.UNdaba omuhle kakhulu,ngiyameba ngimuke naye,ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe.UNomakhwelo iNgonyama uhlanya olusemehlwe... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoZekani(Polygala hottentotta) Nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.UNomakhwelo iNgonyama,uHlanya olusemehlweni amadoda. IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma.Nina beSilo ngiyanibingelela nonke enhla nasezansi.Ngethemba basaphila bonke abeZulu elip... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeHlalanyosi Nina bakaMandasithebeni lo onjengeNsonyama,uNowelamuva wawoShaka.UMdayi sabela kweliphesheya,uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo.Ngethemba basaphila.... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoDabulamafu (iPhindemuva , Cyanotis speciosa) Nina abeMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yadeda amadoda.INdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kumaHashanga. Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ... qhubeka ufunde »
Ngiyayibingelela iNdlu ensundu enhla nasezansi. Nanso-ke iSigqiki soMkhovu nina beSilo. Lesi isihlahla esitshalwa esangweni lekhaya ,ikakhulukazi ezindaweni zasemakhaya. Sitshalwa yizo zonke izinhlanga, ngisho nabeLungu imbala. Sitshalelwa izizathu ezahlukahlukene. Abantu abansundu basitshalela uk... qhubeka ufunde »
Nina beNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi. UMudli weNguyazana eyedwa kwaNolele. UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose! Ngiyayibingelela yonke iNgabade enhla nasezansi , ngethemba basaphila abeSilo. Lesi sithelo enisibona esesithombeni isithelo somuthi okuthiwa u... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMsululu Nina abakaQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyokufa uMdlebe kwaSoshangane.UMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngemikhemezelo.Imbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda.ISilo uDingane l... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMvuthuza Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela.UDunjwa yedwa limkhandanisile.IGwija lika Mdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.ISilo uShaka leso,iSilo sakithi kwaBulawayo. Enhla nasezansi ngay... qhubeka ufunde »
Nina abakaSomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilimo! UMagalela agase njengeNkosi yaMantshali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu! UMkhumbi gudluka sibone amaGumgedlela! #ISilo uDinuzulu leso , iSilo sakithi oSuthu. Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeS... qhubeka ufunde »