Nina abeZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo uHlamvana bhula umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana! IGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde , kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela .UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambana ... qhubeka ufunde »
Nina abakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu! UTshwala buka Gologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane! UNowelamuva wawoShaka uZalukazi zosola emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade... qhubeka ufunde »
Nina abeZulu eladuma obala lapho kungeMunga kungeMtholo , iSinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu! UHlamvana bhula umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana! #ISilo sakithi oNdini leso! ISilo uCetshwayo ka Mpande . Enhla nasezansi ngethemba isaphila iNgabade. Â... qhubeka ufunde »
Nina abakaMakhalima akhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela ! UTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimhlambi yezinyamazane! #ISilo uMpande leso.ISilo sakithi kwaNodwengu. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphez... qhubeka ufunde »
Nina beMamba yeVuna eyathi ukuvuka yadla abakaYise , iBululu likaPhunga noMageba eladond aukusuka kwaze kwasuka awezindlwana! #ISilo sakithi oNdini leso, iSilo uCetshwayo ka Mpande .Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.. Lo shuni eniwubonayo ubizwa... qhubeka ufunde »
Nina abakaSingquma kakhulumi kanamlomo akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo lona olwaqeda umuzi ngokunkenkeza! INdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda a... qhubeka ufunde »
Nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayiwa ukulila! UNdaba omuhle kakhulu , uNdaba ngiyemeba ngimuke naye , ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe! #ISilo sakithi KwaDukuza leso, iSilo uShaka ka Senzangakhona …..Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonk... qhubeka ufunde »
Nina abeNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena yayibambe ngendlebe yadula yaqeda amadoda! #ISilo sakithi eMgungundlovu , iSilo uDingane ka Senzangakhona …. Enhla nasezansi ngiyayibingele... qhubeka ufunde »
Nina abaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abazozibalekela! Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! #ISilo sakithi KwaDukuza leso , iSilo uShaka ka Senzangakhona . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba basaphila abeSilo………….. iMbhilikicaneâ... qhubeka ufunde »
Nina abeSilo sakithi KwaDukuza uKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma! Intethe egolwe nganti zamkhonto kithi kwaMalandela !#ISilo sakithi KwaDukuza leso ! ISilo uShaka ka Senzangakhona . Enhla nasezansi ngi... qhubeka ufunde »