Umlando ngempi yaseMsebeImpi yaseMsebe yaliwa ngoNdasa mhla zingama29 ngowe 1883. Lempi yaseMsebe yayiphakathi koSuthu noMandlakazi . Isizathu esabangela ukuba kugcine kuthathelwane izikhali wukuthi uMntwana uZibhebhu owayehola uMandlakazi ngaleso sikhathi wayelokhu eqhubeke njalo ehlasela ama... qhubeka ufunde »
Impi yaseMaqonqo (Masingana 1840)Impi yaseMaqonqo eyabe iphakathi kukaZulu ngaphansi kweNgonyama uDingana kanye noMntwana uMpande kaSenzangakhona yalwa ngoMasingana onyakeni ka 1840 kuphele unyaka nezinyana kuliwe eyaseNcome , eyalwa ngoZibandlela onyakeni ka 1838. AMaqonqo yizintaba ezimbili ezibhe... qhubeka ufunde »
Impi yase Ndondakusuka ebuye yaziwe ngokuthi yiMpiyabantwana yabe iphakathi kwaBantwana oCetshwayo noMbuyazwe bakaMpande . Lempi yayiqhathwe ngaMankisimane oMantsonga [Captain J Welmsely] kanye noGqelebana [uMfundisi EF Rathbone] . UMantshonga wabe eyinduna yamabutho eKoloni yaseNatali ayeqhaphe umn... qhubeka ufunde »
Umlando ngeMbongi uMagolwana Jiyane UMagolwana kaMkhathini Jiyane wayeyimbongi enkulu yakwaZulu . Waphila kusukela ngesikhathi seNgonyama uShaka kaSenzangakhona kaJama kwaze kwaba isikhathi seNgonyama uMpande kaSenzangakhona . Abantu bakwaJiyane babekade beyingxenye yabantu baseMantshalini . B... qhubeka ufunde »
Umlando ngamakhosi akwaButhelezi Abantu bakwaButhelezi bangabaNguni bohlobo lwamaNtungwa Nguni . Laba bantu baduma ngokwazi ukunonophalisa ulimi lwesiZulu nangamagama okuhlonipha . Njengabo bonke abaNguni nawo aMaShenge aqhamuka enhla nezwe lapho sekuseSudani khona ,ehla njalo aze ayozinza kwa... qhubeka ufunde »
Umlando ngezibongo(ucwaningo olisaqhubeka): AbakwaMasikane Basikwa inkosi uMakhedama wakwaDlomo oTibaAbakwaMasikane kusengabantu bakwaDlomo emMakhabeleni basikwa uNdabambi kaMdimane ngenxa yesenzo sendodakazi uNodada Dlomo owaphinga nomfowabo.Kwaphuma isinqumo emndenini wakwaDlomo ukuthi abadi... qhubeka ufunde »
Umlando ngeKumkani uHinsa kaKhawutha :Aah! Zanzolo! IKumkani uHinsa yabusa isizwe samaXhosa kusukela ngowe 1820 kuze kube unyaka we 1835 lapho yakhothama khona ngesandla somNgisi uGeorge Southey . Leso kwakuyisikhathi sezimpi zakwaXhosa ezaziwa ngokuthi ‘ amaFrontier Wars’ . ... qhubeka ufunde »
Impi yaseTshaneni Impi yaseTshaneni yabe iphakathi kukaZulu ngaphansi kweNgonyama u-Mamonga woSuthu noMandlakazi ngaphansi koMntwana u-Zibhebhu Zulu . Le mpi siyangayichaza ngokuthi kwakuyimpi yokubuyisa izibduku ngoba iSilo u-Mamonga sasidinga ukujezisa uMntwana u-Zibhebhu ngayekwenze kuYise waso i... qhubeka ufunde »
U-Ngwana Maseko *UNgwana kaKhubonye Maseko Abantu bakwaMaseko bangaMaThonga Nguni ngokwezigaba zabeNguni. Eminyakeni yama 1700 laba bantu bakwaMaseko ‎sibathola bezinze lapho sekuyiSwazini khona namuhla. Njengabo bonke abeNguni nabo babekade beqhamuke eNkabazwe yezwekazi laseAfrika. Ngenkath... qhubeka ufunde »
UNozishada kaMaqhoboza Nzuza UNozishada ka Maqhoboza wabe eliqhawe elikhulu likaZulu ngaphansi kweNgonyama uDingane kaSenzangakhona. Ibutho lakhe kwakuwuDlambedlu nokuyibutho elabuthwa yiNgonyama uDingane kaSenzangakhona . Abantu bakwaNzuza bazalwa nguNdebele owabe eyindodana encane kaMnguni kaNtu .... qhubeka ufunde »