Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Umlando ngoMnu Jacob Gedleyihlekisa Zuma

(Umlando ngowayenguMengameli wezwe uMnu Jacob Gedleyihlekisa Mhlanganyelwa Zuma . ) UMnu Jacob Gedleyihlekisa Zuma osawadla anhlamvana wazalelwa endaweni yaseNkandla mhla ziyi-Shumi nambili kuAphuleli(Mbasa) ngowe 1942 . Le nsizwa ingenye yezinsizwa eseziyibekile induku ebandla . UBaba uZuma uzalwa insizwa uMnu uGcinamazwi ka Sithunzi ka Msholozi Zuma eyamzala esitholeni sakwaMzobe. Ngeke sigxile kakhulu emlandwini kaBaba uZuma kepha sizochaza izibongo zayo le nsizwa yakwaNxamalala. Nginisiqiniseko sokuthi bambalwa kakhulu abantu abangawazi umlando kanye namagalelo ale nsizwa yakwaNxamalala. U... qhubeka ufunde »

Amagama ezinkanyezi

Izinkanyezi -(Inkanyezi) *(Incazelo) Engakafiki amaPhumalimi neKhalenda oKhokho bethu babenezindlela zokubona noma ezekwehlukanisa izikhathi zonyaka. Babekwazi futhi nokubona ukuthi sekuyisikhathisini ebusuku. Ezinye zezindlela ababebona ngazo noma ababehlukanisa ngayo izikhathi kwakuba yizo izinkan... qhubeka ufunde »

Izinhlobo zezinduku

Izinhlobo zezinduku -(Igama lenduku) *(Incazelo) -UZime /UDondolo *Induku ende edondolozela abantu asebekhulile , izintombi ezindala nezinsizwa ezindala. Elinye igama lale nduku kuthiw uDlwedlwe . -UMshiza/UMzaca *Induku yokushaya eyenziwa ngemithi eqinile , noMqalothi , iKlolo,iNqayi, uMhlwampunzi ... qhubeka ufunde »

Izikhali zakwaZulu

Izikhali zakwaZulu -(isikhali) *(incazelo) -IKlwa *IKlwa wuhlobo lomkhonto obuye ubiziwe ngokuthi yiJozi . Umphini (uthi) walo mfushane kanti ukudla kude futhi kubanzi. -IKhebezane *IKhebezane licishe lifane neKlwa kodwa lona uthi lwalo luthe ukuba lude kolweKlwa. Ukudla kude ,kubanzi kodwa kunamaze... qhubeka ufunde »

Imibala yezinkomo

Imibala yezinkomo -(igama) *(umbala) -Iklalathi * Inkomo ebomvu noma emnyama enebala elimhlophe ngaphansi kwentamo. Uma kungeyensikazi kuthiwa iklalathikazi -Inzima/ Inzimakazi *Inkomo emnyama bhuqe enganalo ibala . Kunesisho sesiZulu esithi iNzimakazi izala iLungakazi nokuchaza ukuthi ‘ingane... qhubeka ufunde »

Ukumisa kwezinkomo

UKumisa kwezinkomo. -(Igama) *(Ukumisa kwayo) -IMbedula * Inkomo esidala enezimpondo ezibheke phezulu ,zase zivuleka , zasontana . – INxele *Inkabi enophundo olulodwa, olubheke phansi -ISigedla *Kubuye kuthiwe umdlovu. Lena inkabi enezimpondo ezibheke phansi zazilengela nje, noma zalengela pha... qhubeka ufunde »

Amakhambi omkhuhlane

-(Igama lekhambi) *(Umsebenzi walo kubantu) Endulo bengakabikho oDokotela noNgoti bezemithi oKhokho bethu babethembele emakhambini esintu ekwelapheni izifo. Ayebesebenzela , elapha ngisho izifo eziyingozi ezazibangwa izibawu kanye nomiyane . Lawo makhambi asekhona nanamuhla ize iningi lethu seliwash... qhubeka ufunde »

 

 

 

error: Akuvumelekile lokho !!