UNozishada kaMaqhoboza Nzuza UNozishada ka Maqhoboza wabe eliqhawe elikhulu likaZulu ngaphansi kweNgonyama uDingane kaSenzangakhona. Ibutho lakhe kwakuwuDlambedlu nokuyibutho elabuthwa yiNgonyama uDingane kaSenzangakhona . Abantu bakwaNzuza bazalwa nguNdebele owabe eyindodana encane kaMnguni kaNtu .... qhubeka ufunde »
INdlovukazi uNomvimbi Mzimela (uNina weSilo uDinuzulu) INdlovukazi uNomvimbi (okaMsweli) Mzimela yayinguNina weSilo uDinuzulu kaCesthwayo iSilo saseMkhontweni . Kusuke kushiwo yona ezibongweni zeSilo uDinuzulu uma kuthiwa ‘Ithole lakokaMsweli elenyisa liguqile’. Uyise weNdlovukazi uNomvi... qhubeka ufunde »
UNdlela kaSompisi iqhawe lakwaNtuli UNdlela kaSompisi Uma kulandiswa ngomlando wakwaZulu alilibaleki igama likaNdlela kaSompisi Ntuli. Le nsizwa yakwaNtuli yabe iyiqhawe elikhulu leziNgonyama oShaka noDingane . Yayibuthelwe ebuthweni iNtontela nokuyibitho elalimbandakanya uMntwana u-Senzangakhona ,u... qhubeka ufunde »
INkosi u-Dingiswayo kaJobe yaBaThethwa Inkosi u-Dingiswayo kaJobe Uma kulandiswa ngomlando wesizwe sakwaZulu awalibaleki nangephutha amagama amakhosi oDingiswayo noZwide kaLanga inkosi yabakwaNdwandwe. Inkosi u-Dingiswayo igama layo lokuzalwa kuthiwa nguGodongwana , elikaDingiswayo yalithola ngesiga... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMehlomakhulu kaMpangazitha HadebeUMehlomakhulu wayeyindodana endala kaMpangazitha,eyisokangqangi,engeyona indlalifa ngoba wayezalwe ekhohlo. Indlalifa kaMpangazitha kwakungu Sidinane owayemncane kakhulu kuMehlemakhulu. Kodwa waba yindlalifa ngesizathu sokuthi wayezalwa endlunkulu. Naye uM... qhubeka ufunde »
Umlando ngempi yaseSandlwana #Kuloba iNtungwa lasenhla kwaSokhumalo. Impi yaseSandlwana yalwa mhla zingama 22 ku Masingana 1879 . Lempi yayiphakathi kukaZulu namaNgisi, uZulu ngaleso sikhathi wayebuswa iSilo u-Cetshwayo kaMpande . Kulempi uZulu wadla umhlanganiso . Impi yamaNgisi yayiningi nge... qhubeka ufunde »
Impi yaMakhanda Impi yaMakhanda yalwa ngowe 1906 ,lempi ibuye yaziwe ngokuthi yimpi kaKhandampondo ,noma yimpi kaBhambatha . UBhambatha lona wayengowakwaZondi ,eyinkosi yakhona ,ezalwa inkosi u-Mancinza . Nguyena owabe ehola lempi ,ebambisene nenkosi u-Sigananda kaZwekufa inkosi yaMachube akwaShezi ... qhubeka ufunde »