Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Izigaba ezine zokukhula kwenkomo

Izigaba ezine zokukhula kwenkomo Inkomo iyisilwane esibaluleke kakhulu kubantu basebuNguni,uthando lwabantu basebuNguni enkomeni luncike kakhulu ekutheni inkomo yenza emikhulu imisebenzi, kulinywa ngayo,iyasengwa, kuyalotsholwa ngayo(ize namuhla sekwalotsholwa nangemali),iyahlatshwa idliwe nokunye.Ake sibheke indlela inkomo ekhula ngayo ngokwezigaba. UMvemve Lesi yisigaba senkomo esencane ezelwe noma esanda kuzalwa.Isuke isezingeni lokuba ukhaba noma ufokothi okuthi nxa seluwile inkonyane iqale ukunuka utshani, kodwa ingabudli, iphile ngokuzincelela ubisi kunina nje kuphela. Leli gama elithi &... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMadod’aziwula  ( uMhlakaza,uNdiyaza,Bersama lucens)

Incazelo ngoMadod’aziwula  ( uMhlakaza,uNdiyaza,Bersama lucens) Nina abakaNowelamuva wawoShaka,uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu.ISilo uMpande leso.Enhla nasezansi ngiyazibingelela... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!