Tinanatelo takaXaba Xaba Mthiyane Nonkosi Shwabade Mashwabada owashwabadel’inkomo nezimpondo zayo Washwabadel’izindlubu namakhasi Nina abahlephul’isinkwa siy’eBandla! Bathi sihleshulwe umntfwana kanti sihleshulwe uMlandakazi! MaHlubi amahle anzipho zimnyana ngokuqhwayana! Nina bakaSince siyakhathala! Zala ukubusa nokuncishana, Mlotshwa, Nonkosi. Nonkosi omuhle nonyawo lwakhe, Xaba, Mashwabada, Mthiyane, Awuqedwa Shwabada awuqedwa Xaba Khumu!