Nina abeNyathi ka Ndaba empondo zimakhenkenene,uQasa lukaWasa inkomo esengwa yiViyo.UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana.INtulo ebande ngoDonga kwaBhekuzulu.ISilo sakithi eNaleni leso,iSilo uMdlokombane.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeZulu eliphezulu.Ngethemba basaphila.Nina beSi... qhubeka ufunde »
Impi yaseTshaneni yabe iphakathi kukaZulu ngaphansi kweNgonyama u-Mamonga woSuthu noMandlakazi ngaphansi koMntwana u-Zibhebhu Zulu . Le mpi siyangayichaza ngokuthi kwakuyimpi yokubuyisa izibduku ngoba iSilo u-Mamonga sasidinga ukujezisa uMntwana u-Zibhebhu ngayekwenze kuYise waso iSilo u-Cetshwayo ,... qhubeka ufunde »
Nina abakaMandasithebeni lo onjengeNsonyama uNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya , uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni! uSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu. #ISilo uMpande leso, iSilo sakithi kwaNodwengu . Enhla nasezansi ngethemba basa... qhubeka ufunde »