Incazelo ngoMababaza (Albuca bracteate) Nina abakaVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini.Isela elintongande lawoBaleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankengenaneni! Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade,ngethemba basaphila abeSilo kuzo zonke izindawo lapho benkanise khona.Cha,thina sisaphila eMantungweni. UMababaza Nina beMbube enamandla lo muthi eniwobona esithombeni kuthiwa uMababaza igama lawo, ngesiLungu ubizwa ngeAlbuca bracteate. Isigaxa salo lo muthi siyaluma uma sithinta isikhumba,sifana nesikaNdonganazibomvana(uNton... qhubeka ufunde »