Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Umlando ngesigodi sakwaVukaphansi,eMakhabeleni

  #UmlandoWesizwe KwaVukaphansi, eMakhabeleni Abantu bakwaDlomo eMakhabeleni ngokwezindlu zesizwe bahlangana kukhokho uDinangwe indlalifa kaDlomo. EMakhabeleni aseKranskop iyona ndlunkulu yabantu bakwaDlomo bebonke. Noma ziningi izigodi eMakhabeleni okubalwa kwaSenge, eMhlabathini, eSokheni, eMadekeni njalonjalo, kodwa sizobheka umlando wesigodi iVukaphansi okuyisigodi esingaphansi kobukhosi bakwaDlomo. Emandulo igama langampela lalendawo laliqanjwe ngentaba esendaweni iTongwe, kodwa ke ekuhambeni kwesikhathi ngeminyaka yo1825 sekubuswa inkosi Fabase kaMkhulu kwathiwa kusesgodini saseVuka... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!