Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Isibongo sakwaNkosi sihlukene kabili

Isibongo sakwaNkosi sihlukene kabili Nina abeMbube eshoba liyisilikithi esithombeni umfowethu u Lucky Nkosi onguMsakazi woKhozi FM.Isibongo sakwaNkosi sihlukene kabili,kukhona abakwaNkosi okusengabantu bakwaDlamini abanoBukhosi obukhulu eSwazini bese kuba khona abakwaNkosi abathakazela ngoMphazima okungabakwaNkosi abangabakwaKhumalo.Ukhokho wabo nguSiwela indodana kaGasa wakwaKhumalo.USiwela oweyengumfobo woMagugu noDonda,bezalwa inkosi uGasa yabakwaKhumalo.NguMagugu owabe eyinkosana.Ziningi izibongo ezihlukene kabili.Nesibongo sakwaMhlaba naso sihlukene kabili,kukhona kukhona uMhlaba ophuma k... qhubeka ufunde »

Umlando ofinqiwe ngezwe laseUganda

Izwe laseUganda Nina abeNgodlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama yiwona onguBaba,yiwona oyongilamulela!UKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi emaphethelweni.Ngethemba nisaphila nina beSilo.Ake sixoxe ngezwe laseUganda elitholakala eMpumalanga yeZwekazi laseAfrika.Izwe laseUganda linaban... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!