Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Umlando ngoMntwana uHhamu ka Mpande noNzibe .

  Umlando ngoMntwana uHhamu Zulu Nina abakaNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.ISilo uMpande leso , iSilo sakithi kwaNodwengu.Nina beSilo ake ngiphose itshe eSivivaneni ngoMntwana uHhamu ka Mpande noNzibe.UMntwana uHhamu wayezalwa uNdlunkulu uNoziphuku ka Sothondose wakwaNxumalo owayekade engenye yeziNgoduso zoMntwana uNzibe owasala kwaSoshangane ngowe 1828 eMpini eyayikade iphakwe yiLembe ukuba iyohlaselwa kwaSoshangane. Kuthiwa iSilo uShaka sakhipha iMpi yalibhekisa kwaSoshangane ukuyohlasela uSoshangane wakwaNxumalo,ow... qhubeka ufunde »

Umlando ngoNdengezi ka Khuzwayo Mdlalose

Umlando ngeNdengezi ka Khuzwayo Mdlalose Nina abakaDlunwane woMbebebe odlunge emanxulumeni kwaze kwasa amanxuluma esibekelana.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.ISilo uShaka leso.ISilo sakithi KwaDukuza.Enhla nasezansi ngethemba isaphila yonke iNgabade.Sisaphila thina eMantung... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!