Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Incazelo ngoVendle akavilaphi

Incazelo ngoVendle akavilaphi Nina abeSilo esiMaduna sakokaTshana esikhangele abantu baduka noLwandle.Nanamuhla lokhu basadukile.UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi.ISilo uCetshwayo ka Mpande leso,iMbube eshoba liyisilikithi.Enhla nasezansi ngiyaziibingelela zonke iziNgabade,ngethemba basaphila abeSilo.Cha, thina sisaphila eMantungweni.Nina beSilo le Nduku eniyibonayo kuthiwa uVendle igama layo,idume kakhulu ngelikaVendle akavilaphi ngoba yinhle kakhulu eZikhafulweni zamaSoka.Ayithwele ngeQoma amaSoka le Nduku athi ayivilaphi futhi ayibuyi ilambatha.INduku... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNgqungqulu(Baleteur Eagle

Incazelo ngeNgqungqulu(Baleteur Eagle) Nina abakaMkhangula jozi phansi kweTshana, ulikhangule ngoFalaza, uFalaza wathukuthela.UZitho zimbombo zimbombonono zifana nezikaDdewabo uSililo.ISilo sasoSuthu iSilo uDinuzulu leso.Enhla nasezansi ngiyazibingelela iziNgabade,ngethemba nisaphila nina bakaMamong... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMkhanyakude(Vachellia xanthophloea tree)

Incazelo ngoMkhanyakude(Vachellia xanthophloea tree)  Nina abeNgqayingqayi kaPhunga noMageba engiyibuke ngaze ngayojwayela.UMasengomahlle mahle inkonyane yenkomo.Kwangixaka ukhaba kwale nkomo-yakhaba osengayo yadela umbambi.UNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye ngimbuke kuze kwehle ne... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeBheka(Pimpinella caffra)

Incazelo ngeBheka(Pimpinella caffra) Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala.UHlabahlungu bazoshumanyezana abasezitheni nabasemakhaya.ISilo uShaka leso.Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade,ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu! Cha, sisa... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoBhubhubhu

Incazelo ngoBhubhubhu Nina abakaGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.UNomakhwelo iNgonyama unhlanya olusemehlweni amadoda.ISilo uShaka leso,ngethemba basaphila abeSilo. UBhubhubhu UBhubhubhu wuBulawu obukhulu beDlozi.W... qhubeka ufunde »

Amagama ezinkanyezi

Amagama ezinkanyezi Nina beNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa umdlebe.Endulo ayekade engekho amaWashi,ayengekho futhi namaKhalenda kodwa lokho akusho ukuthi oKhokho bethu babengakwazi ukubona uma sekuzokwethwasa iHlobo,uBusika,iKwindla njalo njalo. Enye yezindlela ababebona ngayo kwak... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoVikinduku

Incazelo ngoVikinduku Nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.UGawu bazawuliluma bazowuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma.Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.Nina beSilo le Nduku eniyibonayo kuthiwa uV... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSiqunga(Tambootie grass)

Incazelo ngeSiqunga(Tambootie grass) Nina bakaKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni ngeyawo Ndlela ka Sompisi,ngeyawo Dambuza ka Ntombela.Enhla nasezansi ngiyazubingelela iziNgabade.Lobu tshani enibubona esithombeni kuthiwa iSiqunga ngesiZulu,ngesiLungu bubizwa ngokuthi i-Tambootie... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSiqunga sikaTikoloshe(uPhalabashimane)

Incazelo ngeSiqunga sikaTikoloshe(uPhalabashimane) Nina abakaMakhalima akhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela.UNowela muva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.ISilo uMpande leso.Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade, ng... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMqokolo(Kei Apple)

Incazelo ngoMqokolo(Kei Apple) Nina abeNdudumo yakithi eMgungundlovu iMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqed’amadodaInkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe.ISilo uDingane leso! Enhla nasezansi ng... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!