Unondlini
Sikleza kogwansile
Incazelo ngoBhoqo(Ipomoea ablongata) Nina bakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela.UDunjwa yedwa limkhandanisile.UNdaba omuhle kakhulu,ngiyameba ngimuke naye,ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe.UNomakhwelo iNgonyama uhlanya olusemehlweni amadoda.Ngethemba nisaphila nina beSilo,sisaphila thina kwaSokhumalo. UBhoqo Le Nduku eniyibona esithombeni kuthiwa uBhoqo igama layo.KaSeSotho bare ke Mothokgo.Icishe ifane noVimbukhalo leNduku,kanti nemisebenzi nayo ithi kayifane.Zombili lezi Nduku uBhoqo noVimbukhalo endulo bekuthi uma kwakuhl... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoZekani(Polygala hottentotta) Nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.UNomakhwelo iNgonyama,uHlanya olusemehlweni amadoda. IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma.Nina beSilo ngiyanibingelela nonke enhla nasezansi.Ngethemba basaphila bonke abeZulu elip... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMfangilele wakwaMashazi UMfangilele kaMbhungwana kaNyakazamakhanda wakwaMashazi wayeyiNduna yomuzi weNkosi uMzilikazi owawubizwa ngokuthi kuseNdinaneni.Kusuke kushiwo wona umuzi waseNdinaneni ezithakazelweni zabakwaKhumalo uma kuthiwa”Nina waseNdinaneni”. Abantu bakwaMashazi b... qhubeka ufunde »
error: Akuvumelekile lokho !!