Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Ukuzalwa wembethe ( An en caul birth \Being born in an amniotic sac )

Incazelo ngokuzalwa wembethe Esizweni sakwaNtu kunesimo lapho ingane izalwe igaxile. Kungaba eyakwaZulu, kwaXhosa, kwaNdebele kwaMthwakazi noma kwaNgwane. ‎Le ngane izalwa yembethe into esamhlwehlwe enamafutha, leyo ngane iyingane yenhlanhla.Le ngane iyigugu labaphansi. Le ngane idinga nje ukunakelelwa okuhlukileyo, kungenzeka ukuthi izalwe nomoya wamaNdiki namaNdwawe. Ingane ephiwe umsebenzi abaphansi. Izoba isicebi iphiwe isipho esikhulu. Ingane ekhethekile lena, eyahlukile kwezinye izingane. INdiki wumoya wedlozi langasothini lukaBaba, lithanda ukutetema uma seliqathaniswa neNdawe okuwuyi... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!