Nina abakaSomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilimo! UMagalela agase njengeNkosi yaMantshali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu! UMkhumbi gudluka sibone amaGumgedlela! #ISilo uDinuzulu leso , iSilo sakithi oSuthu. Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeS... qhubeka ufunde »
Nina abakaVezi kofa abantu kosala izibongo yizona ezosala zibadabula yizona ezosala zibalilela amanxiweni! Isela lintongande lawoBaleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe!! #ISilo uDingane leso, iSilo sakithi eM... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoBuvimbo Nina abeNdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga.UVezi kofa abantu kosala izibongo yizona ezosala zibadabula yizona ezosala zibalilela amanxiweni! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe.ISilo uDingane leso,iSilo sakithi eMgungundlovu . Nina beS... qhubeka ufunde »
Nina abeMbube eshoba liyisilikithi iGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela! UZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo! ISinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu.ISilo uCetshwayo leso iSilo sakit... qhubeka ufunde »