Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Umlando ngoNdunankulu u-Ngomane ka Mqomboli waseMdletsheni

Umlando ngoNdunankulu u-Ngomane Mdletshe Abantu bakwaMdletshe babekade beyingxenye yaBaThethwa , kuthiwa baphuma kwaMthethwa ngenxa yesenzo sensizwa yakhona kwaMthethwa eyakhulelisa uDadewabo kusonywana. Umkhuba wokusoma ukwenza ucansi lapho insizwa iphelela khona emathangeni entombi, ingafiki enkomeni kaBaba. Kuthiwa leyo nsizwa eyakhulelisa intombazane yakwaMthethwa ibe nayo engeyakwaMthethwa yagcina ixoshiwe kwaMthethwa, yona nabalandeni bayo bagcina bebizwa ngokuthi bangoDletsheni, nokwahamba kwahamba bagcina baziwa ngokuthi bangabakwaMdletshe. Engxenyeni yaBaThethwa baseMdletsheni kwagqam... qhubeka ufunde »

Incazelo ngokuzalwa wembethe

Incazelo ngokuzalwa wembethe : Esizweni sakwaNtu kunesimo lapho ingane izalwe igaxile. Kungaba eyakwaZulu, kwaXhosa, kwaNdebele kwaMthwakazi noma kwaNgwane. ‎Le ngane izalwa yembethe into esamhlwehlwe enamafutha, leyo ngane iyingane yenhlanhla. ‎ Le ngane iyigugu labaphansi. Le ngane idinga nje ... qhubeka ufunde »

Umlando ngeNkosi u-Zihlandlo kaGcwabe yaseMbo

Umlando ngeNkosi u-Zihlandlo ka Gcwabe INkosi u-Zihlandlo ka Gcwabe ka Khabazela ka Mavovo yabusa ngesikhathi sokubusa kweNgonyama u-Shaka , yayisaphila futhi nangesikhathi seNgonyama u-Dingane. Umuzi omkhulu weNkosi u-Zihlandlo wawubizwa ngokuthi kuseSimahleni , iButho elaliqaphe lowo muzi lalibizw... qhubeka ufunde »

Izincazelo zamaphupho

IZINCAZELO ZAMAPHUPHO *Uma kuzohamba umuntu emhlabeni kubakhona izimpawu ezishoyo ukuthi kukhona okuzokwenzeka. Kunamaphupho akuvezayo ukuthi kunomuntu ozohamba emhlabeni. Omunye abe nenhlanhla ngisho nokumbona umuntu lowo ozohamba emhlabeni. Ukufa yinto engeke siyivimbele ukuthi ingenzeki. Kweminye... qhubeka ufunde »

Izincazelo zamaphupho , awenhlanhla nawe bhadi .

  Amaphupho enhlanhla :- Njengawo wonke amaphupho kukhona angadingi incazelo uma uliphuphile kodwa kukhona lawo adinga ukuthi ucaciselwe ukuthi lisho ukuthini. Uma siqoqa lezindaba siyaqinisekisa ukuthi sibuza abantu abahlukene ngesihloko esibhala ngaso ukuze sibone ukuthi imibono yabo iyafana ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngokubaluleka kokuphalaza:

Incazelo ngokubaluleka kokuphalaza: Zintathu zokuphalaza , kulezo zizathu singabala ukuletha inhlanhla,ukuxosha omoya ababi /amaphupho amabi, ukwakha ugazi,ukwelapha, kanye nokuthi izinsizwa ihlale iphile qingqo nje inguMqemane. Abantu bakudala ikakhulukazi abakwaZulu babephila ngakho ukuphalaza ing... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoNomkhubulwana

Incazelo ngoNomkhubulwana: Abantu baseNdulo babekholelwa ekutheni u-Nomkhubulwana wabe eyiNdodakazi kaMvelinqangi, babekholelwa ekutheni nguyena owayenisa iZulu, ebanika izivuno ezihle emasimini. U-Nomkhubulwana ubuye ube wumoya ongena umuntu ikakhulukazi umuntu wesifazana umnike amandla okunisa izu... qhubeka ufunde »

Umlando ngeNkosi u-Mthimkhulu ka Bhungane Hadebe

Umlando ngeNkosi u-Mthimkhulu Hadebe INkosi u-Mthimkhulu ka Bhungane yabusa isizwe saseMaHlubi ngesikhathi seNgonyama u-Shaka. UYise weNkosi u-Mthimkhulu kwakuyi-Nkosi u-Bhungane ka Nsele ekhumbuleka kahle kakhulu uma kuxoxwa ngomlando waBaThethwa , yiyona eyakhoselisa iNkosi u-Dingiswayo mhla ibale... qhubeka ufunde »

 

 

 

error: Akuvumelekile lokho !!