Unondlini
Sikleza kogwansile

 

USingalwesalukazi

USingalwesalukazi Lona wumuthi owelapha izifo ezithi azibe ningana. Njengoba ngihlezi ngisho ukuthi kuyenzeka ukuthi umuthi wenze eminingi imisebenzi empilweni yomuntu ube uwodwa. NoSingalwesalukazi nalo-ke lunjalo . Abaningi balwazi njengoMbhemiso, umqotho walo ubhenyelwe inzululwane nekhanda elididizelayo. Yebo kunjalo . Kodwa lubuye lube wumuthi wokwelapha isifo sokuwa  ,kuye kusebenze amakhasi kulo muthi , ayabiliswa , abe yisiphungo sesifuba nesifo sokuwa. Uyangena futhi endukwini yokushunqisela umuntu onesifo sokudlikiza . Ubuye uchathe nabantwana abancane ukuphozisa esiswini. Lena kweB... qhubeka ufunde »

 

 

 

error: Akuvumelekile lokho !!