Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Incazelo ngoMsuzwane (Lippia javanica \Bokhukhwane)

  Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni. INkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo . Cha, thina sisaphila eMantungweni . UMsuzwane Nina beSilo lo muthi eniwubona esithombeni kuthiwa uMsuzwane ngolimi lwesiZulu. Ka se Tswana bare ke Bokhukhwane, kana ke Musukudu . NgeBotanical lo muthi ubizwa ngeLippia javanica .Kulo muthi kusebenza kakhulu amacembe. UMsuzwane waziwa kakhulu njengomuthi wemikhuhlane , kodwa ubuye ube yiNtelezi echela... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMlomomnandi\Liquorice\Glycyrrhiza glabr

Nina abakaMudli weNguyazana eyedwa kwaNolele ,uNgalo zimqingo ziyakwazi ukuphatha iSibhamu sinjengezabeSuthu bakoFebane! INgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kuwumhlaka wamashumi amathathu kuNdasa onyakeni ka 2023. Ngethemba bayaph... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMgogiwezinhlanya\uMazwenda\Dwaba-berry \Dwababessie\Monanthotaxis caffra :

Nina abeSela lintongande lawoBaleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni! uSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya !! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kuwumhla wesibili kuMbasa onyakeni ka2023. Ngethemba basaphila abeSilo, cha thina eMantun... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMinyela ( Copper-stemmed Corkwood\ uMhlunguthi\uNguboziyeweni )

  Nina abakaGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi , uZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela . IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma . Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade .Ngethemba basaphila abeSilo kungumhla wamashumi amabili n... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoChakide\Galerella sanguinea\Slender Mongoose:

  Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha  liyawugalela ngawo eMankenganeni! UMkhwamude owangisika isilevu , uSungulo olude lwangithunga impumulo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba basaphila abeSilo kuwumhla wamashumi amabuli nane kuNdasa on... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoBulawu iPhophoma \Monkey rope\Sacamone alpini

Nina bakaSomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo! UMagalela agase njengeNkosi yaMantshali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , kuwo womane amagumbi omhlaba , ngethemba basaphila abeSilo . IPhophoma IPhop... qhubeka ufunde »

Incazelo ngaMasethole\Siderroxylon inerme\uMqwashu\White milkwood.

  Nina abakaSihlangu simagqabha sinamanxeba , uQasa lukaWASA inkomo esengwa yiViyo, uVava lwenkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu . Thina sisaphila eMantungweni. Nina beSilo lo ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSambane\Aardvark\Anteater

  Nina abe”Mbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjenge kaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe”! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Cha , ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngPhuphuma\Securidaca longipedunculata {uBulawu beDlozi}

  Nina abeNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! USela lintongande lawo Baleka elithabathe umshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba ukuthi basaphila abeSilo . Cha , thina sisaphila kwaSokhumalo. Nina beM... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoCakalithethwa\uNdodakayiphikiswa.

Nina abakaNdaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu, uMakhalima akhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Nina beQhawe nango-ke uCalakalithethwa , umuthi omkhulu wamacala njengoba negama ... qhubeka ufunde »

 

 

 

error: Akuvumelekile lokho !!