Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Incazelo ngeNhlonhlwane (INhlashwana, Cissus quadrangularis )

Nina bakaSingquma kakhulumi kanamlomo akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo lona lwaqeda umuzi ngokunkenkeza!!! Nina beSilo le Nduku angilazi igama layo , sakhula oBaba beyibiza ngeNtelezi. Ngithe uma ngibuza ekhasini leNdabuko Yakho kuFacebook izinsizwa ziphendule ngokuthi le Nduku ibizwa ngeNhlonhlwane , noma ngeNhlashwana. Le Nduku ikhula ithandele izihlahla ezinkulu, abantu abansundu bavamise ukuyitshala nasesibayeni ikhule ithandele uthango lwesibaya . INkunzimalanga yentelezi lena nina beSilo ingena ezindaweni eziningi . Ixosha imimoya emibi ekhaya, ivimba noMphezulu ukuba ungagadli e... qhubeka ufunde »

Umlando ngeNdlovukazi yamaNgisi uKhwini Vitholi

  Nina beSilo esithombeni yiNdlovukazi yamaNgisi uKhwini Vitholi , iNdlovukazi eyayihlukumeza abantu abampisholo eAfrika emiyekeni yama 1800. Le Ndlovukazi yazalelwa esigodlweni sikaYise iNkosi uEdwadi iKensington Palace. UKhwini Vitholi wayebahlukumeza okhokho bethu ezinze kwelaMaNgisi eNgilan... qhubeka ufunde »

Amagama emithi

  -Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo. Nina bakaLanga lisehlule madoda sesingamavikithi. Ake sibheke amagama emithi,indlela imithi ebizwa ngayo kuleli lakwaZulu. *ISibhaha — UMazwahlabayo *IPhakama— IMfeyenkawu *UMavumbuka—IHlule *IHluze — uMgxam/INhluthe *INyokiziphi... qhubeka ufunde »

 

 

 

error: Akuvumelekile lokho !!