Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Incazelo ngoMbizakayivuthwa   (Helichrysum platypterum)

Nina abeZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo uHlamvana bhula umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana! IGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde , kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela .UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambana nangezinyembezi !!#ISilo sakithi oNdini leso , iSilo uCetshwayo ka Mpande…  Enhla nasezansi ngethemba isaphila yonke iNgabade , cha , thina sisaphila kwaKhumalo *****Nina beSilo le Nduku eniyibonayo kuthiwa uMbizakayivuthwa igama layo , ibuye ibizwe ngoMgunya noma ngoMgunyaza. KwaNdebele bayibiza... qhubeka ufunde »

Umlando ngoSomtswewu ka Sonzica (uTheophilus Shepstone)

Nina abeBululu lika Phunga noMageba  eladonda ukusuka kwaze kwasuka awezindllwana! OShele  ka Dolofu kuMaQadasi ,oMzitshana kuMaQadasi ,oSomtsewu ka Sonzica kuMaNkinsimane amabululwana ezindlwana! UMagwaz’eguqile njengethole!#ISilo uCesthwayo leso ! ISilo sakithi oNdini…. *Lo Somtswewu ka Sonz... qhubeka ufunde »

Sereto saBalobedu ba ga Mogale

-Ke ba Mohale a’ letlatja -Bakhwebo ba Mmapula a’ -Ngwako Bare wena o Å¡upago tlaja oa hlola -Nkabe o ka Å¡upa Maolwe, elego -Bokgalaka Batho babo Molate Rakhonamela, -Khonamela o nyele phaho, tÅ¡hepa la mobe ha le bonwe. -Motho wa Mohale, Mohalefa hotlhe, khare ntle khare ntlone, -Batho babo kh... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoHlabazihlangane

Nina abakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu! UTshwala buka Gologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane! UNowelamuva wawoShaka uZalukazi zosola emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNduku Amazombe   (Roella glomerate )

Nina abeZulu eladuma obala lapho kungeMunga kungeMtholo , iSinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu! UHlamvana bhula umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana! #ISilo sakithi oNdini leso! ISilo uCetshwayo ka Mpande . Enhla nasezansi ngethemba isaphila iNgabade. Â... qhubeka ufunde »

Umlando ngoMaqhoboza ka Mbeleko Nzuza

Nina abakaNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu.. Enhla nasezansi ngethemba isaphila iNgabade . Nina beSilo ake sibheke umlando weQhawe lakwaNzuza uMaqhoboza ka Mbel... qhubeka ufunde »

 

 

 

error: Akuvumelekile lokho !!