Unondlini
Sikleza kogwansile

 

INCAZELO NGESIGQIKI SOMKHOVU

Ngiyayibingelela iNdlu ensundu  enhla nasezansi. Nanso-ke iSigqiki soMkhovu nina beSilo. Lesi isihlahla esitshalwa esangweni lekhaya ,ikakhulukazi ezindaweni zasemakhaya. Sitshalwa yizo zonke izinhlanga, ngisho nabeLungu imbala. Sitshalelwa izizathu ezahlukahlukene. Abantu abansundu basitshalela ukuvimba nokuphebeza imimoya emibi, imikhovu nabathakathi imbala. Kuthiwa uMkhukhuli akangeni lapho kutshalwe khona lesi sihlahla. Kahle-hle kuthiwa akukho moya omubi ongenayo lapho kutshalwe khona iSigqiki soMkhovu. Umuntu ofisa noma ofuna ukutshala iSigqiki soMkhovu kudingeka abe nencwadi emgunyazay... qhubeka ufunde »

UQeduhlobo/ISizukulwane/UMuzi owawulapha wayangaphi

Nina beNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi. UMudli weNguyazana eyedwa kwaNolele. UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose! Ngiyayibingelela yonke iNgabade enhla nasezansi , ngethemba basaphila abeSilo. Lesi sithelo enisibona esesithombeni isithelo somuthi okuthiwa u... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMsululu    (  Euphorbia tirucalli )

Nina abakaQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyokufa uMdlebe kwaSoshangane! UMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngemikhemezelo! Imbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! #ISilo uDingane leso , iSilo saki... qhubeka ufunde »

 

 

 

error: Akuvumelekile lokho !!