Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Incazelo ngoMkhosi wokweshwama /UMkhosi woselwa

UKUNYATHELA USELWA / UMKHOSI WOKWESHWAMA/INXWALA/INCWALA Lona nguMkhosi owethakaselwa kakhulu isizwe samaZulu. Uqhutshwa ngasekuqaleni konyaka ngenyanga kaMasingana (Janawali). Ngalesi sikhathi uselwa lusuke seluvuthiwe seluwulungele lomsebenzi. Ubuye waziwe ngokuthi nguMkhosi Wokweshwama ngoba ‎kusuke kweshwanywa ukudla okusha ezweni. Isizwe asivunyelwe ukuthi sidle kuqala ukudla okusha oNgangezwe lakhe engakakudli maqedane akhulule isizwe sakhe ukuba sidle. Owayeqa lomthetho adle ukudla ngaphambi kwalo Mkhosi wayejeziswa ngoba ngisho neNgonyama yayingakudli ukudla okusha ngaphambi kokuba i... qhubeka ufunde »

 

 

 

error: Akuvumelekile lokho !!