Unondlini
Sikleza kogwansile

 

izitsha zesintu

Izitsha zokudla zesintuUkudla kubantu bomdabu babekugcina ezitsheni ezahlukene futhi noma kuphakwa kuphakelwe ezitsheni ezifanele, lokho kudla okudliwayo ngaleso sikhathi. Zazisetshenziswa futhi ekutheni zibe izipho uma kwenziwa ubuhlobo phakathi kwemizi eshadelanayo noma kunombondo. Ekudleni kusukela kokwesipuni kuya kokuphuzwayo, izitsha zakhona azifani futhi nangendlela ezenziwa ngayo ayifani. Kuzo lezizitsha zokudla, kwakubuye kutshengiswe nekhono lokwenza into enhle ngemihlobiso eyayibazwa kuyona noma indlela ehlotshiswe ngayo. Izikalo noma ubukhulu balezi zitsha babungafani ngenxa yokuth... qhubeka ufunde »

USotobe kaMpangalala wakwaGazu

USotobe kaMpangalala wayelinye lamaqhawe akwaZulu abeka induku ebandla. Ibutho lakhe wakuyiNtontela nokulibutho elalimbandakanya oNdlela kaSompisi Ntuli,Hlathi kaNtopho Ntshangase nenkosi uSenzangakhona kaJama. Lokho kusho ukuthi uSotobe wayemdala eNgonyameni uShaka naseNgonyameni uDingane. USotobe ... qhubeka ufunde »

 

 

 

error: Akuvumelekile lokho !!