Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Izinkolelo zabantu

Izinkolelo zabantu :- Kunezinkolelo abantu abanazo ngezinto ezisuke zenzeka ngesikhathi esithile emizimbeni yabo njengokuthi kusuke kukhona into ezokwenzeka, okungenzeka kube okuhle noma okubi. Lomkhuba abantu abaningi bakhule kuyizinkolelo ezazishiwo ngabantu abadala nabo bakholelwa ukuthi kuyenzeka ngempela lokho. Nazi izibonelo ngezansi: Njengokuthi:—   Uma udlula endaweni enemimoya emibi, bathi uzwa izinwele zishwaqa, ushaywe wuvalo kuqhaqhazele namadolo kodwa ungabonanga noma ungezwanga lutho. Umzimba uzwa lokho okubi okusuke kulapho kodwa iso nengqondo kusuke kungazi lutho fut... qhubeka ufunde »

Incazelo ngezitho zenkomo uma kuhlatshiwe ekhaya(ezangaphakathi)

Incazelo ngezitho zenkomo uma kuhlatshiwe (ezangaphakathi) -Isitho *Incazelo -Isisu *Isitho esigcina amathumbu nokunye nje okwangaphakathi. Sicotshelwa ebubendeni obudliwa ikakhulukazi ngabesilisa. -Amathumbu * Ehlukaniswa kuthiwe kukhona amakhulu namancane, amhlophe namnyama. Kwamancane amhlophe ku... qhubeka ufunde »

Incazelo ngezitho zenkomo uma kuhlatshiwe ekhaya (ezangaphandle)

Izitho zenkomo uma kuhlatshiwe ekhaya(ezangaphandle) -Isitho *Incazelo -Ibele * Isitho inkonyane encela kuso. Lesi sitho uma kuhlatshiwe sidliwa ngoMame. -Ubebebe * Udebe lwenkomo lolu. Ubebebe udliwa ngamanumzane asebekhulile. Kunenkolelo ethi uma udliwa ngabafana bayozala izingane ezilekezelisa im... qhubeka ufunde »

 

 

 

error: Akuvumelekile lokho !!