Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Incazelo ngoMkwampunzi    ( Grewia monticola)

Nina abakaMakhalima akhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela ! UTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimhlambi yezinyamazane! #ISilo uMpande leso.ISilo sakithi kwaNodwengu. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Cha, thina sisaphila eMantungweni. Nina beSilo lo muthi 2 eniwubonayo kuthiwa uMkwampunzi igama lawo, ubuye ubizwe ngoMhlampunzi noma ngoMklampunzi. NgesiLungu ubizwa ngeGrey raisin noma Silver raisin. AmaBhunu awubiza nge Vaalrosyntjie. OSosayensi bawubiza nge Grewia monticola . Lena kwelakwa... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMthini    (African clawless Otter)

Nina aboTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazana! UKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni ngeyawo Ndlela ka Sompisi ngeyawo Dambuza ka Ntombela ! #ISilo sakithi kwaNodwengu leso! ISilo uMpande ka Senzangakhona … Enhla nasezansi ... qhubeka ufunde »

Umlando ngomculo we Hip Pop   (Rap Music)

Nina abakaBhusha ka Nayifi , uBhusha obukhali obhush’amadoda! UNcwadi zaphum’eMqulwini kuNina okaMathathela!! #ISilo sakithi kwaKhethomthandayo leso , iSilo uBhekuzulu Nyangayezizwe Cyprian ka Solomon . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade . Ngethemba nisaphila nina beNgonyama. Sisaph... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMebuzo weNyoka   (Snake ecdysis\Snake shed)

Nina beMamba yeVuna eyathi ukuvuka yadla abakaYise , iBululu likaPhunga noMageba eladond aukusuka kwaze kwasuka awezindlwana! #ISilo sakithi oNdini leso, iSilo uCetshwayo ka Mpande .Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.. Lo shuni eniwubonayo ubizwa... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMfingo   ( Stangeria eriopus )

Nina abakaSingquma kakhulumi kanamlomo akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo lona olwaqeda umuzi ngokunkenkeza! INdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda a... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSAMBULO.

Nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayiwa ukulila! UNdaba omuhle kakhulu , uNdaba ngiyemeba ngimuke naye , ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe! #ISilo sakithi KwaDukuza leso, iSilo uShaka ka Senzangakhona …..Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonk... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMhlwazimamba  ( ISahlulambazo \ Olea woodiana )

Nina abeNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena yayibambe ngendlebe yadula yaqeda amadoda!  #ISilo sakithi eMgungundlovu , iSilo uDingane ka Senzangakhona …. Enhla nasezansi ngiyayibingele... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMbhilikicane

Nina abaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abazozibalekela! Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! #ISilo sakithi KwaDukuza leso , iSilo uShaka ka Senzangakhona . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba basaphila abeSilo………….. iMbhilikicaneâ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMfanozacile    (  Kohautia amatymbica )

Nina abeSilo sakithi KwaDukuza uKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma! Intethe egolwe nganti zamkhonto kithi kwaMalandela !#ISilo sakithi KwaDukuza leso ! ISilo uShaka ka Senzangakhona . Enhla nasezansi ngi... qhubeka ufunde »

Umlando ngenkosi uMeseni ka Musi yaseMthandeni

Nina abeSilo sakithi oSuthu uMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani? UMkhumbi gudluka sibone aMamgumgedlela! USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo! #ISilo uDinuzulu leso! ISilo sakithi oSuthu . Nina beSilo ake sibheke umlando ngenkosi uMese... qhubeka ufunde »

 

 

 

error: Akuvumelekile lokho !!