Nina abakaMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani? Nina abakaSomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhaxa imilomo!UMgwazi kaqaqi uqaqelwa zinyoni zezulu! #ISilo sakithi oSuthu leso , iSilo uDinuzulu ka Cetshwayo . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNga... qhubeka ufunde »
Nina bakaMandasithebeni lo onjengeNsonyama uSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu!! INhlehlanyomvane ka Ndaba ehlehle futhi ngoBulawayo ihlehlela izinkomo zamaSwazi! #ISilo sakithi kwaNodwengu leso.ISilo uMpande ka Senzangakhona . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke... qhubeka ufunde »
Nina abakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! IHwanqa eladla amanye amaHwanqa ngoba ladla uPiti kwabaseMgungundlovu !#ISilo sakithi eMgungundlovu leso iSilo uDingane ka Senzangakhona.. #Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Cha, t... qhubeka ufunde »
Yini uMhlaza? UMhlaza izambane lasendle, lidume kakhulu njengoMthombo wokudla kubantu beNdabuko njengoba liyi-tuber(isigaxa) enomsoco kunayo yonke imifino ye-tuber futhi iqukethe izinga eliphezulu lesitashi (80%). Ngaphezu kokuqukethwe isitashi esiphezulu, le tuber iqukethe u-13% wama-amino acid a... qhubeka ufunde »
Nina abakaVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! #ISilo uDingane leso , iSilo sakithi eMgungundlovu! Enhla nasezansi ngiyayibingelela nina beSilo , ngethemba isaphila iNgabade . Cha , thina sisaphila eMantu... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeNsema (Sehamela podi) Nina abakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma! #ISilo uShaka leso , iSilo sakithi KwaDukuza! Enhla nasezansi ngiyayibingele... qhubeka ufunde »
Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! IGwija lika Mdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma! #ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo .Cha, thina sisaphila eMantungweni . Nina beSilo leNduku e... qhubeka ufunde »