Nina abakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! UMashikizela ashiye impi yakhe yakhe! UVemvane luka Phunga noMageba uVemvane lumabala azibhadu ngibe ngiyalithinta luyahwaqabala lunjengoPhunga waseBulawini lunjengoVumakubangoma! #ISilo uDingane leso .ISilo sakithi eMgungu... qhubeka ufunde »
Nina abeGwalagwala lika Menzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela ! ISinakanaka sezincwadi ebezibhalwa nguMalimade kwabamhlophe abeLungu! UThambekeka wena owaliwayo thambeka wawuswe iNtambanana nangezinyembezi . Nina beSilo le Nduku eniyibona ... qhubeka ufunde »
Nina bakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela!! Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! IGwija lika Mdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma! UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMancengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala…..#ISilo uShaka leso , iSilo sak... qhubeka ufunde »
Nina abakaSimayedwa njengeLanga lona limi lodwa eZukwini ! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo uyangiwa kithi KwaZulu!#ISilo uMpande leso.. Nina beSilo ake sibheke umlando ngoNdlunkulu uMonase Nxumalo , uNdlunkulu weSilo uMpande .. Wayebongwa ngokuthi USidididi! Umbiliniwezinkabi, Udladlalikhangom... qhubeka ufunde »
Nina abakaMkhumbi gudluka sibone amaGumgedlela! USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilimo! UMagalela agase njengenkosi yamaNtshali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu!….#ISilo uDinuzulu leso , iSilo sakithi oSuthu. Enhla nasezansi ngethemba basaphi... qhubeka ufunde »
Nina abeZulu eduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo , UHlamvana bhula umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana!! UKhaba limile lodwa ngaseNhlungwane amanye amakhaba emila izixaxelegu!! #ISilo uCetshwayo leso iSilo sakithi oNdini……………. Enhla nasezansi ngiyababingelela bingele... qhubeka ufunde »
Nina aboVava lwenkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili ! UZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu! UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana!# ISilo sakithi eNaleni leso , iSilo uMdlokombane ..Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. UMhlonishwa N... qhubeka ufunde »
AMankankane uhlobo lwezinyoni okukholelwa ekutheni luhlola okubi. Umbala waMankankane unkankane ,kodwa uma uqala ukuwabona aMankankane , kuba ngathi umbala wawo unsundu nokukhatheleyo..Lihle iNkankane, okubi ngalo alihloli inhlanhla *Kuthiwa uma like lwadabula phambi kwakho osohambweni usuke uzoba... qhubeka ufunde »
UMfangilele kaMbhungwana kaNyakazamakhanda wakwaMashazi wayeyiNduna yomuzi weNkosi uMzilikazi owawubizwa ngokuthi kuseNdinaneni. Kusuke kushiwo wona umuzi waseNdinaneni ezithakazelweni zabakwaKhumalo uma kuthiwa “Nina waseNdinaneni”. Abantu bakwaMashazi basengabantu baseMantshalini, base... qhubeka ufunde »