Incazelo ngoMababaza (Albuca bracteate) Nina abakaVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini.Isela elintongande lawoBaleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankengenaneni! Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade,ngethemba basaphila abeSilo k... qhubeka ufunde »
Izaga eziqondene nokuphathana kwabantu 1.Unyawo alunampumulo -Incazelo yaso ithi ubophatha kahle abantu , ngoba awazi lapho unyawo lwakho luyokuholela khona kusasa. Kubuye kuthiwa unyawo alunamehlo, noma unyawo luyimpumputhe. 2.Izandla ziyagezana /Isandla sigeza ezinye -Kuchaza ukuthi umuntu usiza a... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoVendle akavilaphi Nina abeSilo esiMaduna sakokaTshana esikhangele abantu baduka noLwandle.Nanamuhla lokhu basadukile.UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi.ISilo uCetshwayo ka Mpande leso,iMbube eshoba liyisilikithi.Enhla nasezansi ngiyaziibingelela zon... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeNgqungqulu(Baleteur Eagle) Nina abakaMkhangula jozi phansi kweTshana, ulikhangule ngoFalaza, uFalaza wathukuthela.UZitho zimbombo zimbombonono zifana nezikaDdewabo uSililo.ISilo sasoSuthu iSilo uDinuzulu leso.Enhla nasezansi ngiyazibingelela iziNgabade,ngethemba nisaphila nina bakaMamong... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMkhanyakude(Vachellia xanthophloea tree) Nina abeNgqayingqayi kaPhunga noMageba engiyibuke ngaze ngayojwayela.UMasengomahlle mahle inkonyane yenkomo.Kwangixaka ukhaba kwale nkomo-yakhaba osengayo yadela umbambi.UNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye ngimbuke kuze kwehle ne... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeBheka(Pimpinella caffra) Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala.UHlabahlungu bazoshumanyezana abasezitheni nabasemakhaya.ISilo uShaka leso.Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade,ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu! Cha, sisa... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoBhubhubhu Nina abakaGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.UNomakhwelo iNgonyama unhlanya olusemehlweni amadoda.ISilo uShaka leso,ngethemba basaphila abeSilo. UBhubhubhu UBhubhubhu wuBulawu obukhulu beDlozi.W... qhubeka ufunde »
Amagama ezinkanyezi Nina beNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa umdlebe.Endulo ayekade engekho amaWashi,ayengekho futhi namaKhalenda kodwa lokho akusho ukuthi oKhokho bethu babengakwazi ukubona uma sekuzokwethwasa iHlobo,uBusika,iKwindla njalo njalo. Enye yezindlela ababebona ngayo kwak... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoVikinduku Nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.UGawu bazawuliluma bazowuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma.Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.Nina beSilo le Nduku eniyibonayo kuthiwa uV... qhubeka ufunde »