Unondlini
Sikleza kogwansile
IQHAZA LEZILIMOIZITSHALO : IZIMILA EZISETSHENZISWA ZILUHETSHEZI Kulolu hlobo lwezimila noma izitshalo kumuncwa ,kuphuzwe noma kunjongo yokuthola amanzi aleso simila esidliwayo . Ukwenza isibonelo uma udla imfe uyayihluba uyidle umfifithe amakhasi ekugcineni .Uvovo wona uyawufola UVOVO: Uju olumnandi lwembali ebomvu yomhlaba . Ufica ukungabafana ekuluseni imilomo isibomvu kade kuzitika ngovovo.Abadla abathandi ukuthi abafana bafole uvovo ngoba bathi ubanga umkhuhlane .Yingakho-ke nje kuthi ngenyanga kaNhlaba izingane zichathwe ngenhlaba ukuvimbela umkhuhlane oba khona ngenyanga kaNhlaba . Lona ... qhubeka ufunde »
AMAGAMA OKUHLONIPHA( Kuya ngezigodi) Ilanga – Itshida / Itshiliba Inhlabathi- Umgabadi Umuntu – Umenzo /Umusho / Isothamlilo Imali – Inkece Amaselwa – Amakhomane Amasi – Amagcubane Intuthwane – Inconcoshiyane Intwala – Incobane Ugqoko – Uhokolo Qeda ... qhubeka ufunde »
error: Akuvumelekile lokho !!