Unondlini
Sikleza kogwansile
Incazelo ngoMavulakuvaliwe Nina abakaHlabahlungu bazoshumayezana,abasezitheni nabasemakhaya.UShaka ngiyesaba ukuthi uShaka,uShaka kwakuyinkosi yaseMashobeni.IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma.Enhla nasezansi ngibabingelela bonke abeSilo kuzo zonke izindawo lapho benkanise khona,ngethemba isaphila.Cha, sisaphila thina eMantungweni. UMavulakuvaliwe Nina beSilo nango-ke uMavulakuvaliwe.Le Nduku esemndeni wemithi ebizwa ngama-Yucca plants, okusewumndeni obandakanya imithi ifana noManzamhlophe, uHalibhuma njalo njalo . Nina beSilo ngezingxabu zale Nduku sivula konke okuvaliwe. Noms... qhubeka ufunde »
Nina abeNdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! UVezi kofa abantu kosala izibongo ,yizona eziyosala zibadabula , yizona eziyosala zibalilela emanxiweni…..#ISilo uDingane leso , iSilo sakithi eMgungundlovu.. Enhla nasezan... qhubeka ufunde »
Nina abakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! UMashikizela ashiye impi yakhe yakhe! UVemvane luka Phunga noMageba uVemvane lumabala azibhadu ngibe ngiyalithinta luyahwaqabala lunjengoPhunga waseBulawini lunjengoVumakubangoma! #ISilo uDingane leso .ISilo sakithi eMgungu... qhubeka ufunde »
error: Akuvumelekile lokho !!