Nina abeMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengeMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! UMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngemikhemezelo! USingqumba khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya! Enhla nasezansi ngiyayibingela yonke iN... qhubeka ufunde »
Nina abakaZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu, uFulathela uBombo lwabhidlika, uNtaba zimbili zakhalene zentula ngisho ukuxhawulana, iNtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kungu mhla wesine kuNhlangulana (Juni) onyakeni ka 2023 . Ngethemba nisaphila... qhubeka ufunde »
Nina abakaNgalo zimqingo ziyakwazi ukuphatha iSibhamu zinjengezabeSuthu bakoFebane! UMudli weNgunyazana eyedwa kwaNolele ! INgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi! Nina beSilo nawo-ke uMpheme . NgesiLungu uMpheme ubizwa ngokuthi iCape Fox, noma iBat Eared Fox. UMpheme uwela em... qhubeka ufunde »
Nina bakaSingquma kakhulumi kanamlomo akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo lona lwaqeda umuzi ngokunkenkeza!!! Nina beSilo le Nduku angilazi igama layo , sakhula oBaba beyibiza ngeNtelezi. Ngithe uma ngibuza ekhasini leNdabuko Yakho kuFacebook izinsizwa ziphendule ngokuthi le Nduku ibizwa ngeNhl... qhubeka ufunde »
Nina beSilo esithombeni yiNdlovukazi yamaNgisi uKhwini Vitholi , iNdlovukazi eyayihlukumeza abantu abampisholo eAfrika emiyekeni yama 1800. Le Ndlovukazi yazalelwa esigodlweni sikaYise iNkosi uEdwadi iKensington Palace. UKhwini Vitholi wayebahlukumeza okhokho bethu ezinze kwelaMaNgisi eNgilan... qhubeka ufunde »
-Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo. Nina bakaLanga lisehlule madoda sesingamavikithi. Ake sibheke amagama emithi,indlela imithi ebizwa ngayo kuleli lakwaZulu. *ISibhaha — UMazwahlabayo *IPhakama— IMfeyenkawu *UMavumbuka—IHlule *IHluze — uMgxam/INhluthe *INyokiziphi... qhubeka ufunde »
Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni. INkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo . Cha, thina sisaphila eMantungweni . UMsuzwane Nina ... qhubeka ufunde »
Nina abakaMudli weNguyazana eyedwa kwaNolele ,uNgalo zimqingo ziyakwazi ukuphatha iSibhamu sinjengezabeSuthu bakoFebane! INgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kuwumhlaka wamashumi amathathu kuNdasa onyakeni ka 2023. Ngethemba bayaph... qhubeka ufunde »
Nina abeSela lintongande lawoBaleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni! uSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya !! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kuwumhla wesibili kuMbasa onyakeni ka2023. Ngethemba basaphila abeSilo, cha thina eMantun... qhubeka ufunde »