INgwavuma (Prunus africana) Nina bakaSobathintele wakithi eMgungundlovu , uFipha luyiNdlovu enamanxeba! UMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngemikhemezelo ! INdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga (amaBhunu ka Pretorious) . Enhla nasezansi ngiyayibingela yonke iNgabade ngeth... qhubeka ufunde »
Nina abeSilo sakithi oSuthu uMphangela langa lingakaphumi kwaNdunu! Lithe liphuma laliphuma nezingazi zamadoda! Lazithatha izihlangu zikaMandlakazi! #uMamonga lowo!ISilo sakithi oSuthu. Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo, ngethemba basaphila kuzo zonke izindawo lapho benkanise khona. Thina s... qhubeka ufunde »
**UMGCAGCO NOMA UDWENDWE** Uyini uMgcagco ? Umgcagco umcimbi owenziwa uma intombazane iyogana. Lomcimbi ungaba phakathi kwezinsuku ezimbili kuya kwezintathu, kuya ngenqubo yezigodi nemindeni ngokwehlukana kwayo. Umlobokazi esezilungiselele ukuyogana kozibanibani, usuku lukhethwa ngokuthi kuvume... qhubeka ufunde »
Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! INkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela !#ISilo uShaka leso! Nina beSilo ngiyayibingelela yonke iNgabade enhla nasezansi, ngeth... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMntwana uSitheku ka Mpande Nina abakaMdayi sabela kweliphesheya , uZalukazi zosala eManxiweni amaXhegu ayosala emizileni! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! #ISilo uMpande leso! Nina beSilo ake sibheke umlando kaMntwana uSitheku ka Mpande. UMntwa... qhubeka ufunde »
Nina beSilo enhla nasezansi ngiyanibingelela , ngethemba nisaphila enyangeni ka Ntulikazi (Julayi) sesiyigoqa. Nina beMbube ake sibheke izibongo zeSilo saBathethwa , iSilo uDingiswayo. Yisona phela iSilo saBathethwa esaqala umsebenzi wokuhlanganisa izizwe ukuba zibe yisizwe esisodwa, okungumsebenzi ... qhubeka ufunde »
Umlando ngeNduna uMdlaka wakwaLanga Nina abeGwija lika Mdlaka ligwegwe liyeze abasini beNgoma.UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala.ISilo uShaka leso.UMdlaka othinteka kulezi zibongo wayengowakwaNtshangase,wayezalwa nguNcidi.Babebabili oMdlaka,... qhubeka ufunde »
Nina abakaGaqa libomvu lawoBathonyile ,iSibuko sikaMaphitha benoNzibe , abebezibuka ngaso beya kwaNkosinkulu! IGwagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabhej”iShowe , kwaze kwaya kwabhej’uLwandle noThukela ! #iISilo uCetshwayo leso! Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeMbybe eshoba liyisilikthi. ... qhubeka ufunde »
Nina bakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyemeba ngimuke naye , ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe ! Enhla nasezansi ngiyanibingelela nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila ! UMvuthwamini: Nina abeSilo lo muthi eniwubona esithombeni esi... qhubeka ufunde »