IZAGA: Eziphathelene nobuqili -(Isaga) *(Incazelo) -Akukho qili lazikhotha emhlane *Ungaqhubeka nobuqili bakho kodwa ngelinye ilanga kuyokubhedela, uyobanjwa -Hamba juba bayocutha phambili *Incazelo yaso icishe ifane neyalesi esingenhla, hamba bayokubona amanamehlo phambili -Phika Mphezeni icala lin... qhubeka ufunde »
IZAGA: Eziphathelene nokwahluleka -(Isaga) *(Incazelo) -Ithemba kalibulali * Inkulumo yomuntu odangele ngokwahluleka kwento abezithembise ngayo. -Amathe abuyele kwasifuba * Akasazi ukuthi uzothini, ngemuva kokuphoxeka. Kubuye kuthiwe ‘Inkukhu inqunywe umlomo, noma ‘Aphelile amankemfu(ama... qhubeka ufunde »
IZAGA:Eziqondene nobutha nokulwa -(Isaga) *Incazelo) -Uzowukhomba umuzi wonotshwala * Kusuke kusongwa ,noma kusengelwana -Zinkani zababili/ Kubambene ingwe nengonyama /Zindala zombili *Akwaziwa ukuthi ubani oyodla umhlanganiso ngoba amandla abo ayalingana, zindala zombili -Yinkukhu nempaka -Yizitha ... qhubeka ufunde »
IZAGA: Eziqondene nenhlanhla -(Isaga) *(Incazelo) -Ucilo uzishaye endukwini/Intendele iwe enkundleni * Kusuke kuvele inhlanhla ebikade ingalindelwe. KwaXhosa bathi ‘Ukuwelwa umqe(isitshwala/ipapa)esandleni’ -Zimbiwe yinsele yazishiya – Kushiwo izinyosi. Insele isilwane esimba iziny... qhubeka ufunde »
Umlando ngeNgwenyama u-Mswazi ll iNdlavela INgwenyama u-Mswazi wesibili wayezalwa iNgwenyama u-Sobhuza wokuqala, unina weNgwenyama u-Mswazi iNdlovukazi u-Thandile iNdodakazi yeNkosi u-Zwide ka Langa yabakwaNdwandwe. U-Thandile wayelama u-Nompethu emhlane , u-Nompethu yena wendela eNkosini u-Mashoban... qhubeka ufunde »
Umlanjwana omncanyana ngeButho u-Dloko IButho loDloko labuthwa yiNgonyama u-Mpande ka Sanzangakhona ngowe 1858, izinsizwa zeButho u-Dloko iningi lazo lalizalwe ngonyaka ka 1838, nango 1839 . UDloko uhlobo lwenyoka olunolaka kakhulu oluthi uma seluthukuthelisiwe luvimbe abantu bengabe besadlula lapho... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMdlaka ka Ncidi uMdidiyeli wezimpi zeLembe. Wayebuye abe yiNduna eNkulu yaseSiklebheni. U-Mdlaka ka Ncidi Ntshangase wabe engenye yeZiNduna zeNkosi u-Shaka, futhi engu-Mdidiyeli omkhulu wempi yeLembe. ” UKhatha-lukhulwini, Balwesabay’uZulu Onyathela ngomkhont’enhlakanhla... qhubeka ufunde »
Umlando ngoNgoza Majozi iHlaba U-Ngoza ka Ludaba Majozi wagqama kakhulu ngesikhathi seSilo u-Cetshwayo, wayeyiNduna ka Somtsewu ka Sonzica (uMlungu u-Theophilus Shepstone). Babebabili oNgoza kwakukhona u-Ngoza ka Mkhubukeli waBaThembu owabe ebusa aBaThembu lapho sekuseMnambithi khona namuhla, bese k... qhubeka ufunde »
Umlando ngeQhawe lakwaNtombela u-Nzobo ka Sobadli i-Wombe U-Nzobo ka Sobadli Ntombela wayeyiQhawe leSilo u-Dingane, wayebuye aziwe ngelikaDambuza Mthabathe. WayeyiSekela likaNdunankulu weSilo u-Dingane u-Ndlela ka Sompisi Ntuli, uNdunankulu ngesiNgisi kuthiwa u-Prime Minister , ngakho-ke u-Nzobo ka ... qhubeka ufunde »