Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Incazelo ngokweshela ,ukukhuzela, ukushikila nokusoma

Incazelo ngokweshela ,ukukhuzela, ukushikila nokusoma   UKweshela kwasendulo akusafani nokwalezi nsuku esiphila kuzona, mhlawumbe kungenxa yokuthi nempilo yanamuhla kwayona nje ayisefani neyasendulo, izinto seziyashesha . Endulo ziningi izinto ezazenziwa uma insizwa iqomisa intombi . Ukuqomisa kusewukweshela .  Intombi yasendulo yayingaveli iqome nje ngokusuku olulodwa njengoba sibona sekwenzeka namuhla. Amantombazane ayehlelwa abe yizigaba ezintathu , Amatshitshi , Izintombi kanye naMaqhikiza . AMaqhikiza isigaba sezintombi esidala kunazo zonke izigaba, kahle-hle iqhikiza intombi esikhu... qhubeka ufunde »

Amakhambi ezifo eziphelekezelwa uqhuqho

Nina baka Somnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu. Ake sibheke imithi yesintu eyelapha izifo ezithinta uqhuqho {ezigodolosayo} . Kubalulekile ukuba umfundi walo mbhalo aqonde ukuthi emithini yesintu kuyenzeka ukuthi umuthi welaphe izifo eziningi uwodwa, noma ngithi wenze i... qhubeka ufunde »

IZAGA:Eziphathelene nomendo

IZAGA: Eziphathelene nomendo .   ={Isaga} *{Incazelo} =Umendo kawuthunyelwa gundane *Intombaze uma iyokwenda isuke inazi ukthi iyophatheka kanjani ekhaya layo elisha , ize yazi uma isingenile, seyendile. Lesi saga sisefana nesithi ‘Umendo kawubhulelwa’ =Umswani wembabala kawungeniswa ekhaya... qhubeka ufunde »

IZAGA: Eziphathelene nokungabongi

IZAGA: Eziphathelene nokungabongi -(Isaga) *(Incazelo) -Ungayishayi ingede ngoju * Bonakalisa umbongo ofanele kulabo abakusizile. Ingede inyoni eholela ezinyosini. Elinye igama layo kuthiwa yihlamva. Akukhombisi umbongo ukushaya ingede ngoju ngoba sewesuthi esikhundleni sokuthi uyibekele amaqhimiza ... qhubeka ufunde »

IZAGA:Eziphathelene nobunzima nokuphela kwethemba

IZAGA: Eziphathelene nobunzima nokuphela kwethemba. -(Isaga) *Incazelo) -Zinqinda emthumeni/Ukunqinda emthumeni *Sekufike lapho ngingasazi khona ukuthi kufanele ngenzenjani, sengizame ngakho konke okusemandleni -Ubangwa nezibi * Ugula kakhulu , ithemba kalisekho -Sekubonwa ngokusa *Incazelo iyafana ... qhubeka ufunde »

IZAGA: Eziphathelene nokwenza okungenakuba nampumelelo

IZAGA: Eziphathelene nokwenza okungenakuba nampumelelo. -(Isaga) *(Incazelo) -Wophotha intambo ende eyifike ezulwini *Noma ungathi uyayibalekela imigilingwane yakho wovele utholwe nje -Uyoze ubambe utalagu ngesandla *Wenza okunganambuyiselo, into engeke ifezeke -Umpheki udla intuthu *Ophekayo uvama ... qhubeka ufunde »

IZAGA: Eziphathelene nenkani

IZAGA: Eziphathelene nenkani -(Isaga) *(Incazelo) -Uyakubuya yedwa njengengubo ka Ziyongo *Myekeni nenkani yakhe kodwa kuyakumfica ukwenza. U-Ziyongo wayengowakwaMthethwa -Isalakutshelwa sibonwa ngomopho *Umuntu ongafuni ukulalela izexwayiso zabanye ugcina ngokuba senkingeni -Umvundla ziyakuwunqanda... qhubeka ufunde »

IZAGA: Eziqondene namagqubu nezisongo

IZAGA:Eziqondene namagqubu nezisongo -(Isaga) *(Incazelo) -Uyowukhomba umuzi onotshwala/Uyoyikhotha imbenge yomile *Uyobona kahle wena!! Imbenge isitsha esakhiwa ngelala, sincane kubeqoma -Lingawa licoshwe zinkukhu * Ngeke ukubone lokho. Noma ngeke kwenzeke lokho. Kusuke kufungwa -Uyokomela othini n... qhubeka ufunde »

IZAGA: Eziphathelene nofuzo

IZAGA: Eziphathelene nofuzo -(Isaga) *(Incazelo) -Inzimakazi izala ilungakazi * Kuyenzeka ukuba izingane zingabafuzi abazali ngezimilo. Inzimakazi inkomo yensikazi emnyama bhuqe engenalo ibala, uma inebadlana ikakhulukazi elimhlophe kuthiwa ilungakazi -Ukhamba lufuze iMbiza *Umntwana ufuza abazali b... qhubeka ufunde »

IZAGA: Eziphathelene nemibango

IZAGA: Eziphathelene nemibango -Umlando ubanjwa yinkume/Umlando ubanjwe yinkume *Kushiwo lapho izingxabano ebesezikade zedlula sezivuka phansi, sezivuswa izingane zalabo ababexabene -Kuyokweqana izibiba * Inkulumo eqondene nombango noma nokuphikisana njengezinsizwa nje zisukela intombi. Kusho ukuthi... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!