Umlando ngoMahlangeni Khumalo iMbongi yeSilo uCetshwayo Ngokusho kukaSolwazi Maphalala uYise ka Mahlangeni kwakunguMagawozi ka Zikode.UMagawozi wayebuye abe nguyise weNkosi uBheje,kanti uZikode yena wayebuye abe nguyise wenkosi uMashobana.UMahlangeni wayeyiMbongi yeSilo sasoNdini iSilo uCetshwayo ka... qhubeka ufunde »
Nina beSilo ake sibheke umlando ngoNongila Mabaso.Ababhali bangaphambilini abakuvezi ukuthi uNongila wayezalwa ubani uNongila. Abamvezi uBaba wakhe.UNongila eSandlwana wasebenza kakhulu njengenhloli enkulu kaZulu. Nguyena owayebheka yonke iminyakazo yamaNgisi bese eyobikela iSilo uJininindi (iSilo u... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMunga (Acacia karoo) Nina abeZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo.UHlamvana bhula umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana.UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi.ISilo uCetshwayo leso,iSilo sakithi oNdini.Enhla nasezansi ngiyaba... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMavulakuvaliwe Nina abakaHlabahlungu bazoshumayezana,abasezitheni nabasemakhaya.UShaka ngiyesaba ukuthi uShaka,uShaka kwakuyinkosi yaseMashobeni.IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma.Enhla nasezansi ngibabingelela bonke abeSilo kuzo zonke izindawo lapho benkanise khona,nget... qhubeka ufunde »
Nina abeNdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! UVezi kofa abantu kosala izibongo ,yizona eziyosala zibadabula , yizona eziyosala zibalilela emanxiweni…..#ISilo uDingane leso , iSilo sakithi eMgungundlovu.. Enhla nasezan... qhubeka ufunde »
Nina abakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! UMashikizela ashiye impi yakhe yakhe! UVemvane luka Phunga noMageba uVemvane lumabala azibhadu ngibe ngiyalithinta luyahwaqabala lunjengoPhunga waseBulawini lunjengoVumakubangoma! #ISilo uDingane leso .ISilo sakithi eMgungu... qhubeka ufunde »
Nina abeGwalagwala lika Menzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela ! ISinakanaka sezincwadi ebezibhalwa nguMalimade kwabamhlophe abeLungu! UThambekeka wena owaliwayo thambeka wawuswe iNtambanana nangezinyembezi . Nina beSilo le Nduku eniyibona ... qhubeka ufunde »
Nina bakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela!! Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! IGwija lika Mdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma! UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMancengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala…..#ISilo uShaka leso , iSilo sak... qhubeka ufunde »
Nina abakaSimayedwa njengeLanga lona limi lodwa eZukwini ! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo uyangiwa kithi KwaZulu!#ISilo uMpande leso.. Nina beSilo ake sibheke umlando ngoNdlunkulu uMonase Nxumalo , uNdlunkulu weSilo uMpande .. Wayebongwa ngokuthi USidididi! Umbiliniwezinkabi, Udladlalikhangom... qhubeka ufunde »