Nina beNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi. UMudli weNguyazana eyedwa kwaNolele. UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose! Ngiyayibingelela yonke iNgabade enhla nasezansi , ngethemba basaphila abeSilo. Lesi sithelo enisibona esesithombeni isithelo somuthi okuthiwa u... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMsululu Nina abakaQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyokufa uMdlebe kwaSoshangane.UMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngemikhemezelo.Imbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda.ISilo uDingane l... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMvuthuza Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela.UDunjwa yedwa limkhandanisile.IGwija lika Mdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.ISilo uShaka leso,iSilo sakithi kwaBulawayo. Enhla nasezansi ngay... qhubeka ufunde »
Nina abakaSomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilimo! UMagalela agase njengeNkosi yaMantshali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu! UMkhumbi gudluka sibone amaGumgedlela! #ISilo uDinuzulu leso , iSilo sakithi oSuthu. Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeS... qhubeka ufunde »
Nina abakaVezi kofa abantu kosala izibongo yizona ezosala zibadabula yizona ezosala zibalilela amanxiweni! Isela lintongande lawoBaleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe!! #ISilo uDingane leso, iSilo sakithi eM... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoBuvimbo Nina abeNdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga.UVezi kofa abantu kosala izibongo yizona ezosala zibadabula yizona ezosala zibalilela amanxiweni! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe.ISilo uDingane leso,iSilo sakithi eMgungundlovu . Nina beS... qhubeka ufunde »
Nina abeMbube eshoba liyisilikithi iGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela! UZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo! ISinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu.ISilo uCetshwayo leso iSilo sakit... qhubeka ufunde »
Nina abakaMenzi kabongwa ngaBalandakazi ubebongwa ziNjenje zaseMqekwini! UMlunguzi weziNgoje , iziNgoje zilunguzelane! USingqila nganhloko kuzond’intamo nyaka wumbe kuyozonda isibili! !#Inkosi uSenzangakhona leyo! Enhla nasezansi ngiyakhuleka kwabeSilo , ngethemba nisaphila nina bakaNdaba omuhle k... qhubeka ufunde »
UMhlonga kaNkotshana Thebe wayebuye aziwe ngelikaMkhithika Thebe. Le nsizwa yayiqhawe elikhulu lenkosi u-Mzilikazi kaMashobana. UMkhithika Thebe wabamba elikhulu iqhaza ekwakhiweni kwesizwe sikaMthwakazi okuyisizwe esakhiwa yiNkosi uMzilikazi kaMashobana Khumalo. Nansiya isizwe eNingizimu yezwe la... qhubeka ufunde »