Umlando ngeNdlovukazi yaseMkhindini uNandi Mhlongo Nina abakaMgengi phez’izitha kuseHlobo utshani bude buzokugabanisa.UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela.ISilo uShaka leso.ISilo sakihi KwaDukuza.Nina beSilo ake sibheke umlando weNdlovukazi uNandi,uNina weSilo uShaka.INd... qhubeka ufunde »
Amaphupho okufanele ukhathazeke ngawo 1.Ukuphupha uphisana ngemali noma unika umuntu imali. -Libi kakhulu lelo phupho ngoba uma uphupha uphisana ngemali kusuke kungabathakathi abasuke bathatha imali yakho noma izinhlanhla zakho. 2.Ukuphupha udla -Libi kakhulu leli phupho ngoba uma uphupha udla kusuk... qhubeka ufunde »
Umlando ngoManyosi ka Dlekezela Mbatha Isisho esithi ‘Sobohla Manyosi ‘ sakheka ngoManyosi uMfoka Dlekezela waseMaMbatheni.Le nsizwa yakwaMbatha yabe iyiQhawe elikhulu leZiNgonyama uShaka,uDingane kanye noMpande.Kuthiwa yayondlekile,iqatha, isukile naseGadeni,iyinde ilaphaya.Kuthiwa le n... qhubeka ufunde »
Umsebenzi wokubuyisa umuntu ongasekho Ngemuva kwesikhathi esingangonyaka noma iminyaka emibili umnumzane noma umama wekhaya eshonile, kwenziwa umsebenzi wokumbuyisa ngokosiko lwesintu. AmaZulu akholelwa ukuthi lapho kusuke kubekwe khona umuntu emathuneni usuke esagciniwe okwesikhashana ngaphambi kok... qhubeka ufunde »
Umlando ngeMpi yaseMsebe Impi yaseMsebe yaliwa ngoNdasa mhla zingama29 ngowe 1883.Lempi yaseMsebe yayiphakathi koSuthu noMandlakazi.Isizathu esabangela ukuba kugcine kuthathelwane izikhali wukuthi uMntwana uZibhebhu owayehola uMandlakazi ngaleso sikhathi wayelokhu eqhubeke njalo ehlasela amalungu oS... qhubeka ufunde »
Amaphupho enhlanhla Njengawo wonke amaphupho kukhona angadingi incazelo uma uliphuphile kodwa kukhona lawo adinga ukuthi ucaciselwe ukuthi lisho ukuthini. Uma siqoqa lezindaba siyaqinisekisa ukuthi sibuza abantu abahlukene ngesihloko esibhala ngaso ukuze sibone ukuthi imibono yabo iyafana noma ihluk... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeNyandezulu Nina abeMbube eshoba liyisilikithi uHlamvana bhula umlilo eNdulindwe ububaswe uMantshonga beGqelebana ngethemba nisaphila nina beSilo.Lolu hlobo enilubonayo lubizwa ngokuthi yiNyandezulu.Uhlobo lwenyoka olungenalo nhlobo ulakwa lolu.Futhi lolu hlobo lwenyoka alunabo ubuthi,n... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeHlalanyosi Nina bakaMandasithebeni lo onjengeNsonyama,uNowelamuva wawoShaka.UMdayi sabela kweliphesheya,uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo.Ngethemba basaphila.... qhubeka ufunde »
UTop 10 wamaphupho abika inhlanhla Nina beSilo nanka amaphupho abika inhlanhla futhi angavamisile ukushaya eceleni. Lezi nhlobo zamaphupho engizozibhala ngezansi zingamaphupho angavamisile ukuphushwa abantu , aziwona amaphupho ejwayelekile. 1.Ukuphupha udoba izinhlanzi futhi uzibamba -Lokho kubika e... qhubeka ufunde »