Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Umlando ngomculo we Hip Pop   (Rap Music)

Nina abakaBhusha ka Nayifi , uBhusha obukhali obhush’amadoda! UNcwadi zaphum’eMqulwini kuNina okaMathathela!! #ISilo sakithi kwaKhethomthandayo leso , iSilo uBhekuzulu Nyangayezizwe Cyprian ka Solomon . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade . Ngethemba nisaphila nina beNgonyama. Sisaphila thina kwaKhumalo. **Nina beSilo le Nsizwa eniyibona esithombeni uLance Taylor odume kakhulu ngelika Afrika Bambaataa, ubuye aziwe ngelika Kevin Donovan . Le Nsizwa ingenye yezinsizwa ezaqala uMculo we Hip Pop ngeminyaka yama -1970s . Umlando woMculo weHip Pop uveza ukuthi  ukudaleka kwalo Mculo... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMebuzo weNyoka   (Snake ecdysis\Snake shed)

Nina beMamba yeVuna eyathi ukuvuka yadla abakaYise , iBululu likaPhunga noMageba eladond aukusuka kwaze kwasuka awezindlwana! #ISilo sakithi oNdini leso, iSilo uCetshwayo ka Mpande .Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.. Lo shuni eniwubonayo ubizwa... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMfingo   ( Stangeria eriopus )

Nina abakaSingquma kakhulumi kanamlomo akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo lona olwaqeda umuzi ngokunkenkeza! INdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda a... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSAMBULO.

Nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayiwa ukulila! UNdaba omuhle kakhulu , uNdaba ngiyemeba ngimuke naye , ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe! #ISilo sakithi KwaDukuza leso, iSilo uShaka ka Senzangakhona …..Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonk... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMhlwazimamba  ( ISahlulambazo \ Olea woodiana )

Nina abeNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena yayibambe ngendlebe yadula yaqeda amadoda!  #ISilo sakithi eMgungundlovu , iSilo uDingane ka Senzangakhona …. Enhla nasezansi ngiyayibingele... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMbhilikicane

Nina abaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abazozibalekela! Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! #ISilo sakithi KwaDukuza leso , iSilo uShaka ka Senzangakhona . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba basaphila abeSilo………….. iMbhilikicaneâ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMfanozacile    (  Kohautia amatymbica )

Nina abeSilo sakithi KwaDukuza uKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma! Intethe egolwe nganti zamkhonto kithi kwaMalandela !#ISilo sakithi KwaDukuza leso ! ISilo uShaka ka Senzangakhona . Enhla nasezansi ngi... qhubeka ufunde »

Umlando ngenkosi uMeseni ka Musi yaseMthandeni

Umlando ngenkosi uMeseni Qwabe Nina abeSilo sakithi oSuthu uMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani?UMkhumbi gudluka sibone aMamgumgedlela.USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo.ISilo uDinuzulu leso! ISilo sakithi oSuthu.Nina beSilo ake sibhe... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSigobo

Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! UDlondlwane luya luhlezi luya ludlondlobele, luyadla lubeka iSihlangu emadolweni! #ISilo sakithi KwaDukuza leso ! ISilo uShaka ka Senzangakhona. Enhla nasezansi ngiyab... qhubeka ufunde »

Sereto sa Banareng ba ha Mphela

Ke Mphela a’Rasegwete Nare kgoduma lerolo ngwana mmaNareng a kgomo. Ke Kgomo ya naga ka dinaka tsa go petleka Nare ya gona kua mogalakwena Ke Nare ya lenaka la mokhure le hlabilego mosebudi Lase hlabe la hlosa Lenaka la boya ka madi le moshwang. DiNare weeeee!!! Nkile wa se bona kae sefolotsa ... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!