Nina abakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! IHwanqa eladla amanye amaHwanqa ngoba ladla uPiti kwabaseMgungundlovu !#ISilo sakithi eMgungundlovu leso iSilo uDingane ka Senzangakhona.. #Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Cha, t... qhubeka ufunde »
Yini uMhlaza? UMhlaza izambane lasendle, lidume kakhulu njengoMthombo wokudla kubantu beNdabuko njengoba liyi-tuber(isigaxa) enomsoco kunayo yonke imifino ye-tuber futhi iqukethe izinga eliphezulu lesitashi (80%). Ngaphezu kokuqukethwe isitashi esiphezulu, le tuber iqukethe u-13% wama-amino acid a... qhubeka ufunde »
Nina abakaVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! #ISilo uDingane leso , iSilo sakithi eMgungundlovu! Enhla nasezansi ngiyayibingelela nina beSilo , ngethemba isaphila iNgabade . Cha , thina sisaphila eMantu... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeNsema (Sehamela podi) Nina abakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma! #ISilo uShaka leso , iSilo sakithi KwaDukuza! Enhla nasezansi ngiyayibingele... qhubeka ufunde »
Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! IGwija lika Mdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma! #ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo .Cha, thina sisaphila eMantungweni . Nina beSilo leNduku e... qhubeka ufunde »
Nina abeSilo sakithi eMgungundlovu uMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! UMashikizela ashiye iMpi yakhe , iNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! #ISilo uDingane leso! Enhla nasezansi ngiyayibingela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo , cha , ... qhubeka ufunde »
Nina abakaNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana! USihlangu simagqabha sinamanxeba! ISilo uMdlokombane leso! INtulo ebande ngodonda kwaBhekuzulu! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo . Cha, thina sisaphila eMantungweni . Nina beSilo le Nduku eniy... qhubeka ufunde »
Nina abeNdlovu emnyama yakithi oNdini , ethe imuka babeyixokozelela ! ISinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu! #ISilo sakithi oNdini leso , iSilo uCetshwayo ka Mpande . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Cha, thina sisaphila eMan... qhubeka ufunde »
Nina beNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa umdlebe! Endulo ayekade engekho amaWashi , ayengekho futhi namaKhalenda kodwa lokho akusho ukuthi oKhokho bethu babengakwazi ukubona uma sekuzokwethwasa iHlobo, uBusika , iKwindla njalo njalo. Enye yezindlela ababebona ngayo kwakuba yi-zinkany... qhubeka ufunde »