Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Umlando ngoJohn Dunn (uJantoni)

UMngisi uJohn Dunn wayenguMngisi owayedume ngobuqili nangokungethembeki .  Wayedume kakhulu ngelikaJantoni. Abazali bakhe kwakungoRobert Newton Dunn kanye no Ane Harod Dunn  . Wayezalelwe endaweni yasePort Alfred buqamama nedolobha laseBhayi eEastern Cape . Lo mfo woMngisi washonelwa ngabazali bakhe oRobert noAne esemncane eneminyaka elinganiselwa kwelishumi-nane(14) kwaphoqeka ukuba ayokhuliswa yizihlobo zakhe. Wagcina esezithola esezweni lakwaZulu (Natal) nokuyilapho ashonela khona . Cishe impilo yakhe yonke wayiphilela kwaZulu . Wazalwa ngonyaka we 1835 , wedlula emhlabeni ngowe 1895 . Si... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMziwa  ( Euphorbia hirtia, Asthma Plant)

Nina abakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela iNkundla yakwaBulawayo! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyofuka uMdlebe! INdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga!!…Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo . *** Nina beSilo lol... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSiphephetho  ( Siphonochilus aethiopicus )

Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela , uDunjwa yedwa limkhandanisile! UNomakhwelo iNgonyama uHlanya olusemehlweni amadoda! Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayiwa ukulila ! #ISilo sakithi KwaDukuza leso , iSilo uShaka ka Senzangakhona. Enhla nasezansi ngi... qhubeka ufunde »

Leboko la Bafokeng

Mofokeng kebo phuka hae lale makwala re none, Ke Bafokeng ba Tshele bo Molopa ba Mammulene kele kwekwe de mmutlanyana Kapa Mofokeng waha Dijana Motho wahabo Boi wahabo M.osebetsi. Nkadimeng papasane kerote ho rota kalempara hoa diyeha. Kapa Ke Mofokeng waha Dijana, Motho wa ha Pudumo eya hlaba, Ehla... qhubeka ufunde »

Leboko la Bakwena ba ha Gamabulana

Ke Mokwena Moila Lehlaka Moroka a Meetse a Pula. Ke motho wa Sehlaga sa Mamashiane Sehlaga se agelwa Kwena. Ke motho wa go itukisetsa go Hlaba Wa Marapo a bo Mmashiko. Ke motho wa go aga Ntlo ka Bodutu. Ke motho wa bo Mamphe ke go fe, wa bo Mantime ke go time. Ke Kwena ke yo Mosehla ka Mmala o ka no... qhubeka ufunde »

Leboko la BaNgwaketsi

Ba ga mokgalo o thebe Ba ga mmila go bobela Ba ga setlhong ga se huparelwe Ba ga heyana-heya Ba ga pheshana ya moswagadi E tshwarwa ke sokwe le phela Ba ga matshaba le kgomo Matlogela temo e le sefolela Lo tshaba le kgomo lo gopotse kae?

Leboko la BaHurutse

Ba ga Mmamokgatiti wa lewa Tshwene ke naiwa mmele Makopong ga ke naiwe Ke sirelediwa ke seriba Tshwene fa di ya masimo Go eta tshwenegadi pele Rotwe a sale kwa morago A sale a di retolola Ke ne ke fudile, ka tlatsa Ka kgopiwa, ka relela, ka wa Papalo tsa ya le maritse Matlapa’ etsho a borethe

Incazelo ngoVuk’emalibeni ( uMalibeni )

Nina abakaMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani? Nina abakaSomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhaxa imilomo!UMgwazi kaqaqi uqaqelwa zinyoni zezulu! #ISilo sakithi oSuthu leso , iSilo uDinuzulu ka Cetshwayo . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNga... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoKhalimele  ( Dumasia villosa )

Nina bakaMandasithebeni lo onjengeNsonyama uSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu!! INhlehlanyomvane ka Ndaba ehlehle futhi  ngoBulawayo ihlehlela izinkomo zamaSwazi! #ISilo sakithi kwaNodwengu leso.ISilo uMpande ka Senzangakhona . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMsobo  (Black Nightshade)

Nina abakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! IHwanqa eladla amanye amaHwanqa ngoba ladla uPiti kwabaseMgungundlovu !#ISilo sakithi eMgungundlovu leso iSilo uDingane ka Senzangakhona.. #Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Cha, t... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!