Unondlini
Sikleza kogwansile

 

Sereto saBalobedu ba ga Mogale

-Ke ba Mohale a’ letlatja -Bakhwebo ba Mmapula a’ -Ngwako Bare wena o Å¡upago tlaja oa hlola -Nkabe o ka Å¡upa Maolwe, elego -Bokgalaka Batho babo Molate Rakhonamela, -Khonamela o nyele phaho, tÅ¡hepa la mobe ha le bonwe. -Motho wa Mohale, Mohalefa hotlhe, khare ntle khare ntlone, -Batho babo kheepe kha ho rema, Kheepe khe lala moÅ¡hene, khe lewe ke mpÅ¡a morwa’ -Mohale Batho ba bo Phetole Rabotlhola a’ Bolobedu, -Phetola Sefetola maru’tlatja maru a dikhomo le batho, -Batho ba bo kobo kholo yabo Modjadji a’ Mohale. -Ke batho ba ho pepiwa maruni, Wa fihla fase ba diya bana, -Batho b... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoHlabazihlangane

Nina abakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu! UTshwala buka Gologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane! UNowelamuva wawoShaka uZalukazi zosola emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNduku Amazombe   (Roella glomerate )

Nina abeZulu eladuma obala lapho kungeMunga kungeMtholo , iSinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu! UHlamvana bhula umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana! #ISilo sakithi oNdini leso! ISilo uCetshwayo ka Mpande . Enhla nasezansi ngethemba isaphila iNgabade. Â... qhubeka ufunde »

Umlando ngoMaqhoboza ka Mbeleko Nzuza

Umlando ngoMaqhoboza ka Mbeleko Nzuza Nina abakaNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni. USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu. Enhla nasezansi ngethemba isaphila iNgabade . Nina beSilo ake sibheke umlando ... qhubeka ufunde »

Umlando ngoMntwana uHhamu ka Mpande noNzibe .

  Umlando ngoMntwana uHhamu Zulu Nina abakaNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.ISilo uMpande leso , iSilo sakithi kwaNodwengu.Nina beSilo ake ngiphose itshe eSivivaneni ngoMntwana uHhamu ka Mpande noNzibe.UMntwana uHhamu wayeza... qhubeka ufunde »

Umlando ngoNdengezi ka Khuzwayo Mdlalose

Umlando ngeNdengezi ka Khuzwayo Mdlalose Nina abakaDlunwane woMbebebe odlunge emanxulumeni kwaze kwasa amanxuluma esibekelana.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.ISilo uShaka leso.ISilo sakithi KwaDukuza.Enhla nasezansi ngethemba isaphila yonke iNgabade.Sisaphila thina eMantung... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMkwampunzi    ( Grewia monticola)

Nina abakaMakhalima akhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela ! UTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimhlambi yezinyamazane! #ISilo uMpande leso.ISilo sakithi kwaNodwengu. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphez... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMthini    (African clawless Otter)

Nina aboTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazana! UKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni ngeyawo Ndlela ka Sompisi ngeyawo Dambuza ka Ntombela ! #ISilo sakithi kwaNodwengu leso! ISilo uMpande ka Senzangakhona … Enhla nasezansi ... qhubeka ufunde »

Umlando ngomculo we Hip Pop   (Rap Music)

Nina abakaBhusha ka Nayifi , uBhusha obukhali obhush’amadoda! UNcwadi zaphum’eMqulwini kuNina okaMathathela!! #ISilo sakithi kwaKhethomthandayo leso , iSilo uBhekuzulu Nyangayezizwe Cyprian ka Solomon . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade . Ngethemba nisaphila nina beNgonyama. Sisaph... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMebuzo weNyoka   (Snake ecdysis\Snake shed)

Nina beMamba yeVuna eyathi ukuvuka yadla abakaYise , iBululu likaPhunga noMageba eladond aukusuka kwaze kwasuka awezindlwana! #ISilo sakithi oNdini leso, iSilo uCetshwayo ka Mpande .Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.. Lo shuni eniwubonayo ubizwa... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!